
Jabulujule 9 -12
2,295 episodes — Page 24 of 46

#Jabulujule - Ncipha Bugebengu -Sibheka ubungozi bokusebenzisane nomsolwa ekufihleni noma ekugcineni impahla eyebiwe. Uthini umthetho ngalokho. Sikhuluma no- Linda Thahane oqhamuka kwa Jotela Mtika consulting ngaloludaba..

#Jabulujule - Ijadu Le Africa no Mbuso Khoza - Siqinisekisa kanjani ukuthi Ukhamba lufuze imbiza.

#Jabulujule - Tea Time no Lady D - 14 June
Sanibonani okhozini ngcela ningsizengishadile sengineskhathi eside ngishadile ngahlukumezeka kakhuluemshadweni wami, ngihlukumezwa abasemzini nomyeni wami uqobowayesebenza Kahle ngalesosikhathi umyeni wami akakaze angivikeleemndenini wakhe naye wayeqonywa kangangokuthi wayesefuna nokuthathaunkosikazi wesbili.Sineminyaka emihlanu, 5 years singayi ocansini kuzeKube imanje.....inkinga engicela ningisize kuyo angisamthandi umyeni wamikodwa yena useyangincenga kuthi sibuyelane ngamtshela kuthi sengifunaukuqhubeka nempilo kodwa akavumi angisenamizwa yakhe nakancane.

#Jabulujule -Sikhuluma no Dr Babsy Xaba oyinhloko yophiko lezezilimi zesiNguni eUNISA, sizokhuluma ngama Children’s literature awards ekungama awards agqugquzela ukuthi izingane zibhale ziphinde zifunde ngezilimi zesinguni.

#Jabulujule - Ingono Yomsamo no Dr VVO Mkhize - Ingabesende linye, kokunye sivundle siswini sinye, kodwa asizwani, futhi asisangenelani, kuxabene ubendle kusuke konakelephi?

#Jabulujule - Tea Time no Lady D 13 June
Ngingowesilisa oneminyaka engu-37 odabuka kwaMhlabuyalingana eManguzi esigodini saseThandizwe kodwa ngilapha eThekwini CBD ngokomsebenzi. Inkinga engibhekene nayo la ukuthi ngike ngaboshwa nyakenye khona la eThekwini ngenziwa yisenzo sokudinwa ngemuva kokuthola lomuntu ebengithandana naye ezithokozisa ngocansi nomunye umlisa kwaze kafika la esibekana khona izandla wase engivulela icala ngase ngaboshwa.

#Jabulujule - Qhakaza no Lady D - Sikhuluma ngomsunguli nomqondisi wenhlangano edume kakhulu lapha elokishini laKwamashu eyaziwa ngokuthi yi-K-CAP, u- Edmund Mhlongo.

#Jabulujule - Mpilonhle Mpilonde - Ingxoxo no DrNomcebo Mthembu ngesifo ekuthiwa Alzheimer’s disease/ Dementia- Okuyisifo sokulahlekelwa umqondo komuntu omdala uthola ukuthi usekhohlwa konke akwaziyo omunye aze akhohlwe nomndeni wakhe.

#Jabulujule - Tea Time no Lady D 12 June
Nginengoduso ena 29 years mina ngina 32. Sina 5 years sithandana. Silungiselela umshado ozoba ngo December kulonyaka. Inkinga ila ekutheni inkonzo yaseKamerweni inokungahambi kahle and uhlezi ekhala ngokuth akajabule. Sengzame konke, Ngidla ama philisi oku booster, Ngyachatha ngezimbiza but lenkinga yokushesha ngfike ayinqamuki. Sengicabanga nokumvumela athole indoda ezomfikisa kuvuthondaba but siqhubeke sishade senzele umndeni namehlo abantu. Ngyamthanda kakhulu kodwa lento yokungamfikisi kuvuthondana inghlukumeza kakhulu. Zikhona yini izinsizwa ezibhekene nalenkinga? Zona zamisa kanjani? Ngimvumele yini Athole enye indoda ezomjabulisa.. Behlangane only uma bezojabulisana but siqhubeke sishade senzele abantu

#Jabulujule - Notha Ujule ngezamabhizinisi - Sikhuluma no-Nkululeko Zulu umsunguli we -KwaBhekumndeni Live stock.

#Jabulujule - Ncipha Bugebengu

#Jabulujule - Ijadu Le Africa noMbuso Khoza - Impi phakathi komuntu omusha nosekhulile emindenini uma kuza ekwedlulisweni kolwazi lwesiko kungani abadala egcekeni bevuka indlobane uma bebuzwa ngemvelaphi egameni lokuthi izingane zazini?

#Jabulujule - Tea Time no Lady D 8 June
Ngingowesifazane othandana nobaba onemnyaka ew 52 oshayela itekisi umoyawami ubuhlungu ngomnyeni wam ngoba kudlalwa ngaye kulomuzi akasebenzakhona...ezinsukwini ubefelwe itekisi ngabo emini wahlala esigangeni kwazekwashaya u6 bengamsizi ngalutho kubo wemoto, umnyeni wami ulunge kakhulusometimes ngizengithi akashiye phansi umsebenzi ngoba noma kuphele 66zzakho nokukhuluma naye ngiza mina angisazi ngenzenjani.

#Jabulujule - Ingono Yomsamo no Dr VVO Mkhize

#Jabulujule - Mpilonhle Mpilonde -Sikhulume no Dr Nomcebo Mthembu nge-Food safety week , iviki lapho esikhuluma khona ngokuphepha kokudla esikudlayo,

#Jabulujule - Ncipha Bugebengu - Sikhuluma no Mandla Buthelezi,sibheka udaba lokubanjwa kwezimoto zemali nokuthi yena nalabo owesebenzisana nabo babenza kanjani ukubamba izimoto ezithwala imali.

#Jabulujule - Inkabi Zezwe bukhoma eSABC studios

#Jabulujule - Deda Slingo - Sigubha usuku lukuzalwa lomsako Ukhozi FM no Pastor Vuyi Mkhize we Mt Zion Kungosi. Uzosikhumbuza kafishane ukuthi ngabe lomsakazo uvelaphi bese esipha nomkhuleko.

#Jabulujule - Ingono Yomsamo nor Dr VVO MKhize - Akukho engingasakwenzanga kodwa akuguquki lutho, konke okuthiwa angikwenze ngikwenze kubemnyama. Kanti ngisuke ngenzani ngenziswani?

#Jabulujule - Qhakaza no Lady D - Ingxoxo no Dr Thisha Peter Zakwe obethula incwadi yakhe yesibili ethi ‘Service Delivery – How Ordinary People Achieve Extraordinary Things’.

#Jabulujule - Mpilonhle Mpilonde -Umhlaka 31 May usuku olwaziwa nge World No Tobacco Day. Sibheka i tobacco nomthelela enawo kwezempilo no Dr Nomcebo Mthembu.

#Jabulujule - Notha Ujule ngezamabhizinisi -Sikhuluma no Mpumelelo Zikalala oqhamuka kwi Zikalala Attorneys. Sikhuluma ngendlela yomthetho okumele uyilandele njengosomabhizinisi emuva kokumemezelwa kokunyuka kwentela.

#Jabulujule - Ncipha Bugebengu -Sikhuluma no Mandla Buthelezi owasegwetshwa iminyaka ewu 36 ngamacala okubamba inkunzi.

#Jabulujule - Sibungaza iAfrica Day ngengxoxo ekhethekile lapho sikhuluma ngobuthina bethu njengama Afrika. Sikhuluma no-Dr Ngogi Mahaye owusomlando nomcwaningi wezomlando kanti aphinde abe yi- researcher in Educational Policy siphinde sikhulume nodokotela Ntokozo Nzimande osophikweni le-Macro economics Research unit e-UKZN

#Jabulujule - Qhakaza no Lady D - Namhlanje siqhakambisa u- Andiswa Gebashe omunye wabantu obambe iqhaza ekuthuthukisweni nokulondwa kolimi lezipawu.

#Jabulujule - Tea Time no Lady D 23 May

#Jabulujule - Mpilonhle Mpilonde - Sikhuluma ngesifo samathambo I - "Arthritis" no Dr Nomcebo Mthembu uDr Nomcebo Mthembu umsunguli nomqondisi wenkampani i-Medilution lifestyle and wellness clinic.

#Jabulujule - Tea Time no Lady D 22 May

#Jabulujule - Ncipha Bugebengu -Sikhuluma no Bongumenzi Phathumuzi Cebekhulu wakwaNongoma endaweni yase Vuna. uMenzi uke waboshwa eboshelwa icala lokubulala nelokuzama ukubulala okungamacala enzeka ngonyaka ka 2008.

#Jabulujule - Aubrey Qwana ucula bukhoma eSABC M1 Studio.

#Jabulujule - Ijadu Le Africa no Mbuso Khoza -Ngabe ukugqokwa kwemibala yamazwe aseAfrika kulenyanga yiyona Ndlela engumlondi womlando wethu?

#Jabulujule - Deda Slingo noBishop Thanda Zulu oqhamuka e Utterance Of His Voice Bible Church International eMandeni.

#Jabulujule - Tea Time no Lady d 17 May

#Jabulujule - Ingono Yomsamo no Dr VVO Mhize - Njengoba wazalwa uyihlo nonyoko,ukuzaleka kwakho kunenhloso nenhlanhla okungeyakho wedwa. Usukhula bayakunika abakini IMPANDE yokunisela leyonhlanhla? Uyibona kanjani leyo MPANDE abakini abakunika yona?

#Jabulujule - Mpilonhle Mpilonde -Sikhuluma no Dr Nomcebo Mthembu ngesifo somfutho wegazi ophezulu iBP.

#Jabulujule - Tea Time no Lady D 15 May

#Jabulujule - Sikhuluma no Mr Ntombela owashiyelwa IFA elingamasheya eshiyelwa ngumama wakhe lokhu okuthiwa yi (law of interstate succession) kodwa kukhona okungazange kuhambe kahle.

#Jabulujule - Ingxoxo no Mbalenhle Mavimbela odlala uHlomu ku "Hlomu The Wife".

#Jabulujule - Ijadu Le Africa no Mbuso Khoza- Ngabe i-Afrika yaqambeka kanjani? Iqanjwa ngubani? Kungani kumele kubungazwe uNhlaba njenge nyanga yobu Afrika?

#Jabulujule - Ingxoxo nomculi uSkye Wanda emva kokuwina indodo ye Best House Song kuma Metro FM awards 2023.

#Jabulujule - Ingono Yomsamo no Dr VVO Mkhize -Sikhuluma ngezinkinga ezenzenka kumndeni womuntu omnyama: Uhlupho lokuphuza,ukungazwani, izingane ezingasebenzi ,ezinye zingcina sezizonda abazali uzwe umzali ethi izingane zami azingifuni .Kanti konakelephi?

#Jabulujule - Tea Time no Lady D 9 May

#Jabulujule - Teatime no Lady D 8 May 2023

#Jabulujule - Mpilonhle Mpilonde - Sikhuluma ngesifo ekuthiwa ama- Piles (Hemorrhoids) no Dr Nomcebo Mthembu, umsungulu wenkampani i-Medilution lifestyle and wellness clinic.

#Jabulujule - Notha Ujule ngezamabhizinisi - Ngabe ibusiness lakho liyakwazi yini ukufaka imali uma ungekho wena. Kubaluleke ngani ukuba nendlela yokusebenza phecelezi ama systems kwi business lakho?

#Jabulujule - Ncipha Bugebengu - Owazithola enecala emuva kokushayisa imoto yomuntu ngemuva. Wathola icala ngokushayela budedengu.

#Jabulujule - Ijadu Le Africa no Mbuso Khoza - Ubudlelwane bomuntu nemvelo nokwakheka kwesiko.

#Jabulujule - Ingxoxo ne Mix ka Dj Japanese

#Jabulujule - Ingono Yomsamo no Dr VVO Mkhize
