PLAY PODCASTS
Jabulujule 9 -12

Jabulujule 9 -12

2,295 episodes — Page 25 of 46

#Jabulujule - Ncipha Bugebengu - Sikhuluma no Brigadier Bhengu ngobungozi bokuzenzela incwadi ka dokotela ngoba ungafuni ukuya emsebenzini.

May 2, 202316 min

#Jabulujule - Ingxoxo no Dj Cleo

Apr 28, 202311 min

#Jabulujule - Dj Brotherman Gospel Mix

Apr 27, 202320 min

#Jabulujule - Ingono Yomsamo no Dr VVO Mkhize -Uke ucabange ujule ukuthi impande enkulu ekuhluphekisayo noyokuthi ungaqonda ngayo uphumelele - ulaka nenzondo Kwayizolo othi uyazi bese ungabhodleli kuwena, bese kungcola umsamo.

Apr 27, 202313 min

#Jabulujule - Dj Zaizo Maskandi Mix

Apr 26, 202315 min

#Jabulujule - Sikhuluma no Dokotela Nomcebo Mthembu nge World Malaria Day siphinde sikhulume ngezinkinga zesikhumba.

Apr 25, 202323 min

#Jabulujule - Ncipha Bugebengu - Sikhuluma ngodaba labantu abathi baboshelwe icala abangalenzanga kodwa kukhona umuntu owalenza ngaphandle ongaboshwanga. Sikhuluma loludaba nommeli uMelusi Xulu oqhamuka kwa Donda Attorney’s no Brigadier Bhengu.

Apr 24, 202319 min

#Jabulujule - Dlala Thukzin mix

Apr 24, 202318 min

#Jabulujule - Ingxoxo no Khosi Twala iBig Brother Titans Season 1 winner

Apr 21, 202315 min

#Jabulujule - Ingono Yomsamo no Dr VVO Mkhize - Sonke sabelwe iziphiwo ngeziphiwo. Kodwa kukhona lezi ezidinga ukuvezwa ngokudlula oqeqeshweni, kube khona lezi zivela zigqame njengo khula, zonke zizigqamise ngezikole ezehlukile. Kungakho uhlale uphupha Isikole.

Apr 20, 20239 min

#Jabulujule - Qhakaza no Lady D -Ingxoxo no Michael Jackson wase Mzansi, uma ungumuntu oke uvakashe Ethekwini endaweni yase Workshop uyambona. Unekhono elimangazayo lokudansa njengo Michael Jackson.

Apr 19, 202315 min

#Jabulujule - Mpilonhle Mpilonde - Sikhuluma no Dr Nomcebo Mthembu ngokuvuvukala kwezinyawo.

Apr 18, 202320 min

#Jabulujule - Ncipha Bugebengu -Sikhuluma no Ntombifuthi Magwaza othi kwadubuleka ingane yakhe, idubulwa amaphoyisa yagcina idlula emhlabeni.

Apr 17, 202316 min

#Jabulujule - Ijadu Le Africa no Mbuso Khoza -Sibheke lokhu okuthiwa umgcagco noma udwendwe.

Apr 14, 202311 min

#Jabulujule - Jabulujule Friday mix no Dj Mata

Apr 14, 202320 min

#Jabuljule - Mpilonhle Mpilonde no Dr Nomcebo Mthembu -Sikhuluma ngalokhu okuthiwa i-Acid emzimbeni womuntu. Ibangwa yini futhi ingalapheka kanjani?

Apr 11, 202320 min

#Jabulujule - Gospel mix by Brotherman

Apr 10, 202320 min

#Jabulujule - Ncipha Bugebengu -Sikhuluma ngodaba lomuntu osibhalele onenkinga. Udade wabo wanukubezwa ngokocansi waze wakhulelwa, enukubezwa yisihlobo sakhe.

Apr 10, 202326 min

#Jabulujule - Ijadu Le Africa no Mbuso Khoza

Apr 7, 202315 min

#Jabulujule - Ingono Yomsamo no Dr VVO Mkhize -Sibuka ukuthi ikuphi ekufanele sikulalele kusihole ezimpilweni zethu .

Apr 7, 202317 min

#Jabulule - Mpilonhle Mpilonde -Ingxoxo no Dr Nomcebo Mthembu umsungulu nomqondisi wenkampani eyelapha ngesintu uhlanganisa - i-Medilution lifestyle and wellness clinic.- Sikhuluma ngokubaluleka kokuhamba uyozihlola kwadokotela kungonakele lutho. Siphinde sibheke nokubaluleka kwamanzi emzimbeni womuntu.

Apr 4, 202323 min

#Jabulujule - Notha Ujule ngezamabhizinisi - Sizokhuluma no Sabelo Thusi oqhamuka kwa Thusi Holdings ngokukhuphuka kwesilinganiso senzalo yemali mboleko (ukunyuka kwe interest rate) kulithinta kanjani iphakethe lomthengi nanokuthi lokho kwenza kugcina kulimaza osomabhizinisi ikakhulukazi abasafufusa

Apr 4, 20235 min

#Jabulujule - Ncipha Bugebengu -Sibuka udaba lendoda evume amacala ethweswe wona, lendoda ngokwemibiko kuthiwa ivume amacala ethweswe wona yabonakala kwi-Video eyaqoshwa lapho ebonakala ephethe izimpahla ezibonakala ukuthi zitatshiwe ( wayephethe igilosa ngobaskidi )ngesikhathi sezibhelu ngo Julayi wonyaka ka 2021 kwesinye sezitolo endaweni yase Thekwini i-Davenport.

Apr 4, 202318 min

#Jabulujule - Ezeshashalazi nomabonakude- Ingxoxo no Nomonde Vakalisa owumethuli wohlelo olusha ichibi lendumiso ku SABC 2.

Mar 31, 20234 min

#Jabulujule- Ijadu leAfrica noNdabenhle Myeza.

Mar 31, 20234 min

#Jabulujule - Mpilonhle Mpilonde - Sikhuluma no Dr Lindiwe Mvusi iDirector ye TB Programme: National Department of Health, sibheka iWorld TB Day eNingizimu Africa.

Mar 28, 202311 min

#Jabulujule - Ncipha Bugebengu - Sikhuluma no gog’Nkosi okhubazekile wakwa Nongoma owehlakelwe into embi kakhulu la edlwengulwe khona umfana wendawo wajika wabaleka. Sizophinde sikhulume no Ayanda Msweli olusebenzayo loludaba.

Mar 27, 202314 min

#Jabulujule - Sijabula sijule nama Poets nge- World Poetry Day.

Mar 27, 202311 min

#Jabulujule - Ingxoxo no Dj Bongz

Mar 24, 20238 min

#Jabulujule - Ijadu Le Africa no Ndabenhle Myeza

Mar 24, 202311 min

#Jabulujule - Ingono Yomsamo no DR VVO Mkhize

Mar 22, 202311 min

#Jabulujule - Ngalolusuku lwamalungelo, sikhuluma ngamalungelo no Attorney Mpumelelo Zikalala.

Mar 21, 202336 min

#Jabulujule - Notha Ujule Ngezamabhizinis - Ingxoxo no Dr. Khangelani Sibiya umsunguli ye "Where To Start Maths and Science Tutor"

Mar 21, 202315 min

#Jabulujule - Ezeshashalazi nomabonakude - Ingxoxo nosomahlaya u Loyiso Gola.

Mar 17, 20235 min

#Jabulujule - Ijadu le Africa nosolwazi uNdabenhle Myeza -Esintwini asinaye umakhwapheni noma ukushendezana noma isancinza,

Mar 17, 202315 min

#Jabulujule - Ingono Yomsamo no Dr VVO Mkhize - Izingane eziningi namhlanje zikakwe izinkinga emakhaya ezikoleni ngalapho sezikhulile. Kunalelisiko lesintu esililibalayo njalo kanti liwukhiye. Namhlanje Ilona eselisibambe ngobhongwane:IMBELEKO.

Mar 15, 202314 min

#Jabulujule - Mpilonhle Mpilonde - Ingoxo no Mr Muzi Phoswa oyi njengo Communicable Diseases Control co -ordinator eThekwini Municipality.

Mar 14, 20239 min

#Jabulujule - Ingxoxo no Desiree Ngema owaziwa ngo Chef Des wase DesBaked Cafe ese Moses Mabhida Stadium.

Mar 14, 202312 min

#Jabulujule - Ncipha Bugebengu -Ilungelo lokwala umuntu ongasamuthandi. Sikhuluma no Sine Dlamini othi akasazi kumele enze njani ngesoka lakhe lakudala elingafuni ukuhlukana naye. Usamvulela amacala awu 5 kodwa uyaphuma, abuye azomuhlukumeza.

Mar 13, 202318 min

#Jabulujule - Ijadu Le Africa nosolwazi Ndabenhle Myeza

Mar 13, 202312 min

#Jabulujule - Ingono yomsamo no Dr VVO Mkhize -Iningi lethu linenhlanhla yokuqashwa ezikhundleni eziphezulu. Baphakamise ukubonga kumdali UNkulunkulu. Gwiqiqi zijike izinto isikhundla siphenduke isi-hogo somlilo kube nezinkinga uphendukelwe ayikho konke. Kusuke sekwen-zenjani?

Mar 8, 202313 min

#Jabulujule - Ingxoxo nomculi u- Swazi Dlamini

Mar 8, 202321 min

#Jabulujule - Mpilonhle Mpilonde - Sikhuluma no-Dr Nomcebo Mthembu, ngokubaluleka kokwazi ukuthi into ephuma emzimbeni wakho isho ukuthi ngawe nempilo yakho.

Mar 7, 202313 min

#Jabulujule - Ncipha Bugebengu - Ukwamukelwa emphakathini emva kokubuya ejele. Sikhuluma nabesilisa ababili abase Mpangeni eMatshana abafisa ukukhuluma nomphakathi wakhona.

Mar 6, 202326 min

#Jabulujule- Dj Touch of Soul mix

Mar 3, 202333 min

#Jabulujule - Ijadu Le Africa noSolwazi Ndabenhle Myeza - Amalungelo esintu

Mar 3, 202313 min

#Jabulujule - Ezeshashalazi nomabonakude - Ingxoxo no Calvin Dludla wezindaba zase SABC 1 TV no Mthandeni Manqele iGcokama Elisha we -Reaity Show eku SABC 1 uShuni ka Maskandi.

Mar 3, 202317 min

#Jabulujule - Ingono Yomsamo -Cishe sonke sikhuliswe ngomthandazo nangokuthandaza, abanye bathi umphahlo. Kanti yini umthandazo? Akuve impande nomuthi omkhulu womthandazo kunguwe?

Mar 2, 202314 min

#jabulujule - Tea Time no Lady D - Ingxoxo noSolwazi wesintu u Dr Nomagugu Mazibuko - Kungcina kwisisiphi isibongo ukuthi ungaqoma noma ushele khona? Kuhlangothi luka mama kugcina kuphi? Kolwa Baba kugcina kuphi?

Feb 28, 202316 min

#Jabulujule - Mpilonhle Mpilonde - Ingxoxo ne Health Promotions Officer yase Heart and Stroke Foundation SA u- Emmah Siluma nge World Obesity Day.

Feb 28, 202315 min