PLAY PODCASTS
Jabulujule 9 -12

Jabulujule 9 -12

2,295 episodes — Page 26 of 46

#Jabulujule - Ncipha Bugebengu - Sivala inyanga yothando ngokubheka umthetho abantu abazithola besenkingeni nawo ngenxa yokunganaki no Attorney Mpumelelo Zikalala owe Zikalala Attorney’s.

Feb 27, 202315 min

#Jabulujule - Ingono Yomsamo no Dr VVO Mkhize - Wathwasa kodwa akwenzeki lutho, inhlupheko isathe bhe. Usuthwasa kwenye indawo kodwa nakhona lutho. Sewathwasa ngaphezu kokubili nakhona lutho. Kanti kusuke kwenzenjani? Konakelephi?

Feb 22, 202314 min

#TeatimenoLadyD- Sikhuluma nomfundisi Masondo ongumkhwenyana ka Mam' Masondo, lo sakhuluma naye ngaphambilini, Ubaba Masondo uthi ngokwakhe yena badivosile futhi uzoziphendulela.

Feb 21, 202332 min

#Jabulujule - Mpilonhle Mpilonde - Sikhuluma nge Pregancy Awareness week no Dr Thule Gasa oyiMember ye- South African Society of Psychiatrists.

Feb 21, 202311 min

#Jabulujule - Notha Ujule Ngezamabhizinisi - Ingxoxo no Mlamuli Mavundla umsunguli we - Kasi Flavour App.

Feb 20, 202312 min

#Jabulujule - Ncipha Bugebengu - Sikhuluma ngokuthunjwa kufuneke izimali no Nkanyiso Sithole oyi Head of Brand and Talent e - iTOO Special Risks.

Feb 20, 202312 min

#Jabulujule - Tribute to AKA mix by Mad The DJ

Feb 17, 202321 min

#Jabulujule - Ijadu Le Africa noSolwazi uNdabenhle Myeza- Izinkolelo ezingena mvelaphi emlandweni wabantu

Feb 17, 202311 min

#Jabulujule - Ingxoxo no Mrs Masondo othi uthole ezinkundleni zokuxhumana ukuthi umkhwenyana wakhe uyombesa ngoMbasa.

Feb 17, 202321 min

#Jabulujule - Ingono Yomsamo no Dr VVO Mkhize -Lusemqoka kangakanani usiko kumbe umkhuba wasekhaya ezinganeni zakho nakulezo ozithole ngaphandle komshado.

Feb 16, 202312 min

#Jabulujule - Ijadu Le Africa no Ndabenhle Myeza - Amasiko esintu nokholo

Feb 10, 202311 min

#Jabulujule - Ingono Yomsamo no Dr VVO Mkhize - Kukhona izilwane esiziphuphayo ezifana nezinyoka, amabhubesi izinkomo, izingwe izinja nezinye sixakeke, ezinye sizibone ngamehlo Ekhaya kumbe endlini nasebaleni, bese sixakeka zisho ukuthini?

Feb 8, 202316 min

#Jabulujule - Sikhuluma ngokubaluleka kokwazi ezezimali zomuntu othandana naye ne Legal Advisor u- Njabulo Bhembe.

Feb 7, 202323 min

#Jabulujule - Mpilonhle Mpilonde - Sikhuluma no Dr Mthembu ngokuqonda ukuthi umkhaba wakho udalwa yini, nobungozi okubeka kuyona.

Feb 7, 202323 min

#Jabulujule - Ncipha Bugebengu- Sikhuluma no Brigadier Bhengu ophuma eKZN SAPS ngobungozi bokuvula uphinde usule icala le GBV.

Feb 6, 202318 min

#Jabulujule -Ingxoxo ne Mix ka Dj Hlo

Feb 6, 202327 min

#Jabulujule - Ijadu Le Africa - Umehluko phakathi kwesizulu nesintu nokwenza kwezigodi.

Feb 3, 202314 min

#Jabulujule - Ingono Yomsamo no Dr VVO Mkhize - Uma kulotsholwa, kwenziwa njani? Uthini uMsamu.

Feb 1, 202315 min

#Jabulujule - Sikhuluma no Snegugu Mtalane oyi Business Manager kwi South African Agricultural Awards (SAAA).

Jan 31, 202313 min

#Jabulujule - Mpilonhle Mpilonde - Cyber Bullying nobungozi bayo emqondweni nasemphefumlweni womuntu. Sikhuluma no Zim Dollar ne Psychologist Tholinhlanhla Dlamini - Ngcoya.

Jan 31, 202330 min

#Jabulujule - Notha Ujule ngezamabhizinisi - Ingxoxo no Sanele Mhlongo umsunguli we - Eloh App.

Jan 30, 20238 min

#Jabulujule - Ncipha Bugebengu- Sikhuluma nowesifazane othi kunobhuti owabosha enkonzweni ngegama lakhe kwathiwa wamudlwengula, icala ubhuti angalenzanga.

Jan 30, 202322 min

#Jabulujule - Ingxoxo no Bongeziwe Mabandla

Jan 27, 202325 min

#Jabulujule - Ijadu Le Africa noSolwazi uNdabenhle Myeza - Ukuphathwa kowesomane oshonelwe umyeni wakhe.

Jan 27, 202314 min

#Jabulujule - Ezeshashalazi no Mabonakude - Ingxoxo no Mbalenhle Ntuli i-Commissioning Editor ye- Multi Choice

Jan 27, 202310 min

#Jabulujule - Abangcwabi phansi kwe "The South African Funeral Practitioners association banxenxa imindeni ukuthi ifihle izihlobo zabo within 4 days emva kokuthi badlule emhlabeni ngenxa ye- Load shedding. Sikhuluma no Nala of Amathole Funerals no Sinethemba of Mphazima Funerals no Mluleki Madlala of Madlala Funeral Services ukuthola ukuthi isimo sibheda kangakanani.

Jan 26, 202330 min

#Jabulujule - Ingono Yomsamo no Dr VVO Mkhize - Kunezingane ezizalwa zibe indida zikhula. Ithi ingane ingumlanjwana uma ihlezi ekhabo nina igule, isiwe kubo kayise iphile. Enye izalelwe emshadweni igule igcine iyokhulela kubo kanina. Kusuke Kwenzenjani?

Jan 25, 202316 min

#Jabulujule - Sikhuluma no Dr Nontobeko Buthelezi ungoti ye- Educational Psychology,Psychological support and Career Counselling.

Jan 19, 202313 min

#Jabulujule -Sikhuluma no Sthabile Shezi oyi COO e-Endivest Schools ngokuthi kubaluleke kanjani ukuthi izikole zikwazi ukulungiselela abazali bezingane ezifunda umatikuletsheni ngemiphumel ya Matric..

Jan 19, 202316 min

#Jabulujule - Ingono Yomsamo no Dr VVO Mkhize - Ukuthola umntwana uganile noma usuganiwe isifiso sika noma ngubani. Baningi ke abagcina lesi sifiso singafezeki. Yini imbangela yalokhu?

Jan 18, 202315 min

#Jabulujule - Ingxoxo no Dr Phumzile Mlambo Ngcuka oyi former United Nations Under Secretary General aphinde abe-iExecutive Director e UN Women.

Jan 17, 202316 min

#Jabulujule - Ncipha Bugebengu - Sikhuluma no Sandy Godlwana umkhulumeli we-SASSA KZN no SAPS KZN Brigadier Bhengu. Ngokuthi kwiyinkinga kangakanani into yokuxhashazwa kwemali ye Grant yabantwana ngabazali.

Jan 17, 202319 min

#Jabulujule - Notha Ujule ngezamabhizinisi -Ingoxo no Lindiwe Filtane umsunguli ne Managing Director ye Mbasane Women in IT

Jan 16, 202312 min

#Jabulujule - Ingxoxo nama Real Housewives of Durban u -Nonku Williams, Mbali Ngiba no Slindile Wendy Ndlovu.

Jan 13, 202320 min

#Jabulujule - Ijadu Le Africa no Ndabenhle Myeza- Ukuphuca komuntu wesifazane.

Jan 13, 202311 min

#Jabulujule - Ezeshashalazi noMabonakude - Ingxoxo no Mr no Mrs Ngema abaculi be- Afrosoul nabasunguli be Ikabawo Performing Arts Academy.

Jan 13, 20239 min

#Jabulujule - Ingono Yomsamo no Dr VVO Mkhize - Siyaye sibone ukuthi asiqedile uma singashadanga ngomshado omhlophe esontweni. Bese sishiya lo okungowethu ungcagco wezinyongo. Singenza kanjani ukukwenza kokubili kanye kanye ngezindleko ezifanayo nezilingene.

Jan 12, 202320 min

#Jabulujule - Sikhuluma ne Psychologist uDr Sbu Mhlongo - Uvalo lokulindela imiphumela yamatikuletsheni(Matric).

Jan 10, 202317 min

#Jabulujule - Mpilonhle Mpilonde - Sikhuluma no Dr Nomcebo Mthembu, udokotela owelaphayo ngokuxuba isilungu nesintu - Ikuphi abantu ekumele bakwenze uma kuqala unyaka kuze bazikhuculule.

Jan 10, 202317 min

#Jabulujule - Notha Ujule ngezamabhizinisi - Sikhuluma no Levi Mnguni umsunguli ne CEO ye-Thuto Stationery.

Jan 9, 202316 min

#Jabulujule - Tea Time no Lady D - Sikhuluma nowesifazane othi ubaba womntwana wakhe wantshontsha ingubo yangaphansi yakhe engcolile wayomloya ngayo.

Jan 9, 202321 min

#Jabulujule - Ncipha Bugebengu - Sikhuluma no Thabani Mpungose ophuma eJustice for priosners and Detainees Trust ngokuthi yini ekumele uyilandele uma kuthiwa uyaboshwa.

Jan 9, 202314 min

#Jabulujule - Deda Slingo - Ukudla komphefumulo no Pastor Vuyi Mkhize.

Jan 5, 202312 min

#Jabulujule - Ingono Yomsamo no Dr VVO Mkhize- Mhlawube imiphi imiyalelo engingayenzanga okufanele ngiyibheke ngo 2023.

Jan 4, 202315 min

#Jabulujule - Mpilonhle Mpilonde - Sikhuluma no Sphelele Ngubane okhulisa abantwana ababili abane Autism. Sekumfakele ingcindezi enkulu useze afise ukuthatha impilo yakhe neyabantwana ngoba usizo akalitholi.

Jan 3, 202318 min

#Jabulujule - Mpilonhle mpilonde - Makhosi Dladla sibheka ukuthi yini ongayenza ukuze uphephe uma kuqubuka umlilo.

Dec 27, 202211 min

#Jabulujule - Ijadu Le Africa no Ndabenhle Myeza - Umlando wamanzi.

Dec 23, 202211 min

#Jabulujule - Ingono Yomsamo no Dr VVO Mkhize -Izinkinga onazo zingamatshe omfula ogelezayo.

Dec 21, 20229 min

#Jabulujule - Ingxoxo nomculi u-Langa Mavuso

Dec 16, 20227 min

#Jabulujule - Ingono Yomsamo no Dr VVO Mkhize - Yizini lezi eziphazamisa izingane nokungaqedi emaNyuvesi?

Dec 15, 202210 min