PLAY PODCASTS
Jabulujule 9 -12

Jabulujule 9 -12

2,295 episodes — Page 27 of 46

#Jabulujule - Tea Time no Lady D - Sikhuluma no Joshua Zitha owadayisa umuzi wakubo ngenxa yezidakamizwa kodwa manje usewayekile usefundisa intsha ngobungozi bezidakamizwa ngaphansi kwenhlangano Amandla Ezwi The Voice.

Dec 12, 202213 min

#Jabulujule - Ncipha Bugebengu - Waphucwa imali ayeyokhehla ngayo ingoduso yakhe abantu abazibiza ngosomatekisi base Tongaat. Sikhuluma no Ayanda Msweli osichazela ukuthi ukuphi ekumele kwenziwe abantu bethatha uhambo beyakwenye indawo ngamatekisi.

Dec 12, 202221 min

#Jabulujule -Ingxoxo no Dj Sjerere ne -mix yezingoma ezikwingoma ehlukanisa unyaka Top 10 yoKhozi FM.

Dec 9, 202223 min

#Jabulujule - Ijadu Le Africa no Solwazi u Ndabenhle Myeza - Imvelaphi yemimoya yemindeni.

Dec 9, 202213 min

#Jabulujule - Ingono Yomsamo no Dr VVO Mkhize -Amanzi ayisibusiso semfihlo kaNkulunkulu kithina okunguMvelinqangi. NoJesu wabhabhadiswa uJohn umbhabhadisi. Namhlanje sisababhabhadisa sibageza kuwona. Pho kona kalaphi, uma abanye sebehamba bengabuyi?

Dec 7, 202218 min

#Jabulujule - Sikhuluma no Cebo Nyembe owesilisa othandana nowesifazane one HIV.

Dec 6, 202217 min

#Jabulujule - Mpilonhle Mpilonde - Sikhuluma ngeqhaza elidlalwa iSANBS ekulweni ne HIV/AIDS no Dr Muzi Ngcobo oyi Senior Manager e-South African National Blood Service.

Dec 6, 202211 min

#Jabulujule - Notha Ujule ngezamabhizini - Sikhuluma no Lindo Makhaye owumhlaziyi wezamabhizinisi aphinde abe uSomabhizinisi ngamathuba wamabhizinisi intsha engawenza ngale Festive season.

Dec 5, 20229 min

#Jabulujule - Ncipha Bugebengu - Ukwanda kwabantu abahlala emgwaqeni nge Festive Season. Sikhuluma no Anonymous owayesebenza kodwa wagcina esehlala emgwaqeni e "Wunga Town" eThekwini.

Dec 5, 202215 min

#Jabulujule - Ijadu le Africa noSolwazi u- Mkhulu Nsingazi Hlongwane oyi CEO ye Zindzi Mandela Foundation. Sibheka uZibandlela nokuthi uthini kuma Afrika.

Dec 2, 202213 min

#Jabulujule - Deda Slingo - Sithole ukudla kompefumulo okuphuma ku Prophet Magejageja Luthuli owase- Umbuso waBakhethwa bible church e-PMB.

Dec 1, 20227 min

#Jabulujule - Shielas Corner - Sithola amasu okungcina ukudla aphuma ku Ntwenhle Gcabashe oyi Food Consultant.

Dec 1, 20224 min

#Jabulujule - Ingono Yomsamo - Ngempela bayini abantwana abangamakhosi noma amawele. Bangcinelwa kanjani izimfanelo zabo. Kukhulunywa kanjani nabo.

Dec 1, 202211 min

#Jabulujule - Sikhuluma no Sbo Khumalo oyisishoshovu se LGBTQI+ sibheka iGBV phakathi kwabantu abe LGBTQI+

Nov 29, 202216 min

#Jabulujule - Mpilonhle Mpilonde - Sikhuluma no Zimbini Madikiza ophuma eHealthy Living Alliance(HELA),ngokudla okumele ukugweme ngoba ungakudli kakhulu ngalamaholidi okhisimuzi.

Nov 29, 202210 min

Ncipha Bugebengu PART 2 - GBV emsebenzini ezandleni zomphathi wakho. Sikhuluma nomakoti wendoda okuthiwa ihlukumeze umumtu wesifazane emsebenzini.

Nov 29, 202213 min

#Jabulujule - Ncipha Bugebengu - GBV emsebenzini ezandleni zomphathi wakho. Sikhuluma nomuntu owesifazane owahlukumezwa umenenja wakhe emsebenzini.

Nov 28, 202213 min

#Jabulujule - Ingono Yomsmo o Dr VVO Mkize - Kusemqoka kangakanani okwaseZiko loMsamo wakini?

Nov 23, 202213 min

#Jabulujule - Sikhuluma no Ntombi Mthuli oyi Senior Legal Administrator kwa SAMRO ngokuthi obani okumele bane nama license kuze ama artists ahlomule nawo uma bedlala umculo wabo.

Nov 23, 20229 min

#Jabulujule - Sikhuluma no Lumka Olifant okhulumela umnyango we Social Development sikhuluma ngodaba lokukhulelwa kwezingane.

Nov 23, 202219 min

#Jabulujule - Ncipha Bugebengu - Sikhuluma no Brigadier Bhengu wase SAPS(South African Police Service) ezochaza ngokumele ukwenze kuze usule izithupha zakho uma wawunecala noma wawuboshiwe.

Nov 21, 202226 min

#Jabulujule - Ezeshashalazi nomabonakude- Ingxoxo nomlingisi wezakumabonakude u- Wiseman Mncube odlala uMqhele ku "The Wife"

Nov 18, 20229 min

#Jabulujule - Ingono Yomsamo no Dr VVO Mkhize - Ukuphuphuma noma ukuchitheka nokukhipa isisu. Kwakulungiswa kanjani lokho ngokweSintu nesiko ukuze leyongane ibe ingxenye yedlozi nethongo.

Nov 17, 202211 min

#Jabulujule - Mpilonhle Mpilonde -Sikhuluma ngesifo soshukela(Diabetes) kubantu besilisa nabesifazane abaphakathi kuka 45-65 iminyaka no Dr Sandile Shabablala owumkhulumeli we KZN Health.

Nov 15, 202212 min

#Jabulujule - Ingxoxo no Sizwe Kupelo we Sizwe Kupelo Foundation abalwela ukuthi izinja ama Pitbulls zivalwe ukuthi zibe izinja ezifuyiwa emakhaya.

Nov 15, 202219 min

#Jabulujule - Notha Ujule ngezamabhizinisi - Sikhuluma no Mxolisi Mnguni ophuma eChomi okuyi App esunguliwe ukulwa me GBV kuleli.

Nov 14, 202210 min

#Jabulujule - Ncipha Bugebengu - Sikhuluma no malume womntwana onyukubezwe umkhenyana ka Aunti wayo, owumfundisi odumile eThekwini. Unkosikazi kaMfundisi uvikela umkhwenyana wakhe uthi ingane kadadewabo ikhohlakele.

Nov 14, 202236 min

#Jabulujule - Oscar da dj mix

Nov 11, 202241 min

#Jabuljule - Ijadu le Africa - Imvelaphi yothando nobudlelwano

Nov 11, 202210 min

#Jabulujule - Ingono Yomsamo no Dr VVO Mkhize

Nov 10, 202213 min

#Jabulujule - Unplugged sessions - Zinhle Madela no Nonzwakazi bacula bukhoma e M1 studio SABC eThekwini sikhumbula uMama Miriam Makeba.

Nov 10, 202231 min

#Jabulujule - Mpilonhle Mpilonde - Sikhuluma nge 16 Days of Activism no Lebohang Mapanya oyi Awareness and advocacy officer e -Central Gauteng Mental Health Society.

Nov 8, 20228 min

#Jabulujule - Ncipha Bugebengu - Sikhuluma no KZN Correctional Services Regional Commissioner u Mnikelwa Nxele ngobugebengu obusemajele kanye nokweqa kweziboshwa emajele ase KZN.

Nov 7, 202248 min

#Jabulujule - Lemon & Herb mix

Nov 7, 20227 min

#Jabulujule - Ijadu le Africa no solwazi u Ndabenhle Myeza - Iqhaza elidlalwa abantu besifazane ekwakheni ubukhosi.

Nov 7, 202211 min

#Jabulujule - Ezeshashalazi nomabonakude - Ingxoxo nomlingisi wezakumabonakude u- Mondli Makhoba esimazi kakhulu njengo Bhuti omdala kwi "The Wife".

Nov 7, 202213 min

#Jabulujule - Ingono Yomsamo no Dr VVO Mkhize

Nov 2, 202221 min

#Jabulujule - Tea Time no Lady d - Uwesilisa osemncane osolwa umndeni wakhe ngokubulala uMalume wakhe namadodana kaMalume.

Nov 1, 202232 min

#Jabulujule - Notha Ujule ngezamabhizinisi - Sikhuluma no Thandanani Mkhize umsunguli wenkampani i Office 45 Software.

Oct 31, 202210 min

#Jabulujule - Ncipha Bugebengu - Injani impilo yalabo abalimala, baboshwa ngesikhathi zezibhelu zika July. Sikhuluma no Anonymous ngodaba lakhe.

Oct 31, 202214 min

#Jabulujule - Ijadu le Africa no Dr Nomagugu Mazibuko -Sikhuluma nge Coronation yeSilo uMisuZulu Zulu

Oct 28, 20229 min

#Jabulujule - Ingono Yomsamo no Dr VVO Mkhize -Kwesinye isikhathi akusizo izinkinga ezikukhungethe kodwa inkangala yesiphethu yezinkinga zakho.

Oct 26, 20229 min

#Jabulujule - Mpilonhle Mpilonde- Siqhwashisa ngomdlavuza webele no Dr Zondi nge Breast Awareness Month.

Oct 26, 202213 min

#Jabulujule - Ncipha Bugebengu - Umama nabantwana bakhe sebeze baphuma endlini besaba umkhwenyana wakhe obeyisikhulu emaphoyiseni eKZN, owaqala ukubahlukumeza izingane zisencane.

Oct 24, 202230 min

#Jabulujule - Unplugged sessions - Ayanda Ntanzi, Khozozo, Zethu Biyela no Mroza Fakude Hayi owangampela bukhoma e M1 Studios SABC eThekwini

Oct 21, 20221h 8m

#Jabulujule - Unplugged sessions - Candy Tsamandebele no Bahubhe bukhoma e M1 SABC studios eThekwini.

Oct 21, 202258 min

#Jabulujule - Ingono Yomsamo no Dr VVO Mkhize - Iziphi izindlela esizalwa ngazo? Zilungiswa kanjani?

Oct 19, 202211 min

#Jabulujule - Ingxoxo no Norma Mngoma

Oct 19, 202210 min

#Jabulujule - Tea time no Lady D- Sikhuluma ngokuphila nebala elimhlophe nosaziwayo uSgwili.

Oct 19, 202219 min

#Jabulujule - Jabulujule no Lady D - Sikhuluma no Khaya Sithole oyi Economist ne Political Analyst no Sthabile Shezi oyi Edinvest Schools CEO. Sibheka ukuvala igebe phakathi kwe high school ne Tertiary.

Oct 18, 202219 min