PLAY PODCASTS
#Jabulujule - Tea Time no Lady D 13 June

#Jabulujule - Tea Time no Lady D 13 June

Jabulujule 9 -12

June 13, 202323m 16s

Audio is streamed directly from the publisher (traffic.omny.fm) as published in their RSS feed. Play Podcasts does not host this file. Rights-holders can request removal through the copyright & takedown page.

Show Notes

Ngingowesilisa oneminyaka engu-37 odabuka kwaMhlabuyalingana eManguzi esigodini saseThandizwe kodwa ngilapha eThekwini CBD ngokomsebenzi. Inkinga engibhekene nayo la ukuthi ngike ngaboshwa nyakenye khona la eThekwini ngenziwa yisenzo sokudinwa ngemuva kokuthola lomuntu ebengithandana naye ezithokozisa ngocansi nomunye umlisa kwaze kafika la esibekana khona izandla wase engivulela icala ngase ngaboshwa.