PLAY PODCASTS
Jabulujule 9 -12

Jabulujule 9 -12

2,295 episodes — Page 14 of 46

#Jabulujule - Ithemba Alibulali 28 November 2024

Nov 28, 20245 min

#Jabulujule - Ingxoxo no Lindiwe Pride Dube ooqhamuka kwinhlangano ebizwa ngokuthi yi-Linzwa Foundation elwisana nodlame olusekelwe kubulili phecelezi (i-GBV)

Nov 28, 202424 min

#Jabulujule - Ikhaya Lamaciko - Malwande Ydee VS uMfana Ka Mama

Nov 22, 202422 min

#Jabulujule - Ikhosomba lezingcitha Buchopho no Mbuso Khoza – Ngabe siyayiqonda injula negqabho lokugcagca umgcagco wesintu ungaxutshwe nalutho

Nov 22, 202422 min

#Jabulujule - Ithemba Alibulali 21 November 2024

Nov 22, 20248 min

#Jabulujule - Tea Time no Lady D - Sikhuluma nowesifazane okhala ngesimo esenzeka emshadweni wakhe, ukhala ngendodakazi ezalwa umyeni wakhe eyizale komunye umama ngaphandle.

Nov 20, 202420 min

#Jabulujule - Tea Time no Lady D - Sikhuluma nowesifazane oxakekile othandweni. Akazi ukuthi akhethe bani phakathi kwabesilisa ababili.

Sizokhuluma nowesifazane oxakekile othandweni kukhona umlisa athandan naye kodwa into yabo iba on and off kanti kukhona omunye umlisa othe ukuba mdala kunaye othi ufisa ukuthi amzalelele ingane kuqala bese uyamlobola emuva kwalokho ngapha lona omunye umlisa akayikhulumi nhlobo indaba yengane yena usisi uthi uzizwa esekulungele ukuthi alamanise ngoba unayo ingane yokuqala kodwa manje akafuni ukuthi abe nengane yesibili engenaso siqiniseko sokuthi lendoda izokwazi ukunakekela lengane

Nov 19, 202419 min

#Jabulujule - Mpilonhle Mpilonde no Dr Mthembu - Udokotela uphendula imibuzo yabalaleli.

Nov 19, 202433 min

#Jabulujule - Notha Ujule ngezamabhizinisi - Sibheka ukusebenza kwezipaza, emalokshini nasemakhaya. Sibuka okumele bakulungiselele njengoba uhulumeni eqala umkhankaso.

Nov 18, 202421 min

#Jabulujule - Tea Time no Lady D - Sikhuluma nowesifazane okhala ngomndeni wakhe onokucwasa umuntu athandana naye ngenxayohlobo lomsebenzi awenzayo nokuthi uhqmuka mndenini onjani.

Nov 18, 202431 min

#Jabulujule - Ncipha Bugebengu no Linda Thahane - Sicushisana ngezinto ekumele sizibheke njengoba sibheke esikhathini sobumnandi ungazitholi usuboshwa, sekungcola izithupha

Nov 18, 202411 min

#Jabulujule - Ikhaya Lamaciko - Nkosing’phile Imbongi vs Sandile Boy

Nov 15, 202426 min

#Jabulujule - Ikhosomba lezingcitha Buchopho no Mbuso Khoza – Ubumqoka bokwazi isibongo sakho,ulibo kanye nemisuka yemikhuba yegceke.

Nov 15, 202411 min

#Jabulujule - Ithemba Alibulali 14 November

Nov 14, 20248 min

#Jabulujule - Ingono Yomsamo no Prof VVO Mkhize - Kukhona yini imfihlo esingayazi noma esiyaziyo ngabantwana abanesibindi sokuthatha intambo bazibulale noma esikoleni bahayize baze bawe. Kukhona yini lokhu esikwesabayo ukusukumela ngalezi zingane?

Nov 13, 202420 min

#Jabulujule - Mpilonhle Mpilonde no Dr Mthembu - Sikhuluma ngokukhathala kwengqondo nomzimba masekuphela unyaka.

Nov 12, 202430 min

#Jabulujule - Ncipha Bugebengu no Brigadier Nduduzo Bhengu- Sibheke labantu abavele beduke bengaziwa ukuthi bashonephi kanti umuntu uzihlalele kwanhliziyo ngise, ngapha umndeni ukhathazekile baze bayobika emaphoyiseni.

Nov 11, 202433 min

#Jabulujule - Ingono Yomsamo no Prof VVO Mkhize - Namhlanje sithi Isizwe sabeNguni noma ngithi kwaZulu sabe sivikelwe izangoma nezinyanga. Ubungoma, nezangoma nobunyanga buhlonishwa. Ngakube kusenjalo yini nanamhlanje kwelikaMthaniya na? uProfessor VVO Mkhize uzobe ehambisana nomelaphi wendabuko u Dr Ntombela Mabalengwe bake basichazele ngezigameko ezenzekayo kulomsebenzi wobunyanga nobungoma.

Nov 6, 202423 min

#Jabulujule - Mpilonhle Mpilonde no Dr Mthembu - Udokotela uphendula imibuzo yabalaleli.

Nov 5, 202435 min

#Jabulujule - Tea Time no Lady D - Sikhuluma nowesifazane okhala ngokuthi kunomlisa owathatha umuntombi bakhe kodwa ongazange akhokhe inkomo ka Mah ekhaya kubo, manje lokhu ukhala ngokuthi kuyamphazamisa

Nov 5, 202424 min

#Jabulujule - Ncipha Bugebengu - Sikhuluma ngobugebengu mayelana nobuthi obutholakala ekudleni okuthengwa ezitolo.

Nov 4, 202434 min

#Jabuljule - Ikhaya Lamaciko - Melusi Ndlovu vs Imbongi ka Nomafu

Nov 1, 202419 min

#Jabulujule - Ikhosomba lezingcitha Buchopho no Mbuso Khoza – Ubumqoka bokwazi isibongo sakho,ulibo kanye nemisuka yemikhuba yegceke

Nov 1, 202416 min

#Jabulujule - Ithemba Alibulali 31 October 2024

Oct 31, 20244 min

#Jabulujule - Ingono Yomsamo no Pro VVO Mkhize

Oct 30, 202414 min

#Jabulujule - Tea Time no Lady D - Sikhuluma nowesifazane okhala ngokuthi kuthiwa uyathakatha , unukwa osisi baka muntu wakhe bamsola ngokuthi uyena owabualala usisi wabo omdala kanti ubhuti wabo ufuna ukumlobola kodwa lona owesifazane akafuni ngoba uyazibuza ukuthi uzophilisana kanjani nabantu abangamfuni.

Oct 30, 202422 min

#Jabulujule - Mpilonhle Mpilonde no Dr Nomcembo Mthembu - Sibuka ubungozi bokudla okunobuthi phecelezi (food poisoning)

Oct 29, 202441 min

#Jabulujule - Ikhaya Lamaciko - Papole khadboni Imbongikazi vs Izelamani

Oct 25, 202424 min

#Jabulujule - Ithemba Alibulali 24 October 2024

Oct 24, 20247 min

#Jabulujule - Ingono Yomsamo no Prof. VVO Mkhize - Akekho obukisa njengoNkulunkulu ,nethongo nemali.

Oct 23, 202421 min

#Jabulujule - Tea Time no Lady D- Sikhuluma nowesifazane okhala ngokuhlukunyezwa indoda yakhe, nomndeni wendoda yakhe .

Oct 22, 202438 min

#Jabulujule - Mpilonhle Mpilonde no Dr Nomcebo Mthembu - Sibuka isifo sokukhohlwa.

Oct 22, 202426 min

#Jabulujule - Notha Ujule ngezamabhizinisi- sibheka udaba lokuvalwa kwenkampani ngenxa yezizathu ezahluhlahlukene phecelezi lokhu okuthiwa yi (Liquidation)

Oct 21, 202421 min

#Jabulujule - Ncipha Bugebengu - Sikhuluma ngezimo ezidalwa ngabashayeli ekutholakala ukuthi abakulungele ukushayela, nobugebengu obuhlanganisa ukugwazelwa kwalabo abasebenza ezikhungweni zokushayela uma ufuna ukuthola izincwadi zokushayela.

Oct 21, 202430 min

#Jabulujule - Ikhaya Lamaciko - Sandile Osama vs Majozi the Poet

Oct 18, 202428 min

#Jabulujule - Ithemba Alibulali 17 October 2024

Oct 18, 20246 min

#Jabulujule - Ingono Yomsamo no Prof VVO Mkhize - Isidalwa esiyimina nawe uMvelinqangi amathongo bahlale nesigidlabeza ngezibusiso. Ukhumbule Mina, Nawe. Inkinga uyazi yini isibusiso sehlukne kabili. Isibusiso esiyisibusiso nesibusiso esiyisiqalekiso. Zehlukene kuphi lezi zibusiso ku Mina Nawe.

Oct 16, 202414 min

#Jabulujule - Notha Ujule ngezamabhizinisi - Sikhuluma ngomnumzane u Tito Mboweni owaba umngqongqoshe wezezimali kuleli.Sibuka iqhaza owalidlala ekuthuthukisa umnotho wezwe nosomabhizinisi.

Oct 14, 202417 min

#Jabulujule - Ncipha Bugebengu no Brigadier Nduduzo Bhengu - Sibuka udaba lokukhuliswa kwezingane, izigaba zokukhula kwengane okungagcina kuba nomthelela kulezo zinqumo ezithathwa ingane uma isikhulile.

Oct 14, 202420 min

#Jabulujule - Ikhaya Lamaciko - Siphethe umfana osemncane u Emihle Shongwe.

Oct 11, 202423 min

#Jabulujule - Ikhosomba lezingcitha Buchopho no Mbuso Khoza – Ngabe siyaqonda ukuthi sisho ukuthini Uma sikhuluma ngegama elithi imvelo kanye nobudlelwane bethu nayo.

Oct 11, 202418 min

#Jabulujule - Ithemba Alibulali 10 October 2024

Oct 10, 20249 min

#Jabulujule - Ngikhulekise Kwehle Umthwalo - ukudla komphefumulo no Bishop Thanda Zulu oqhamuak eUtterance of His Voice Bible Church International

Oct 10, 202410 min

#Jabulujule - Ingono Yomsamo no Prof VVO Mkhize - Umelaphi wendabuko ukwelapha kwendabuko, kuyini ngempela lokhu kusho ukuthini kithina sizwe sase Afrika. Yini izinsika neziko lakho?

Oct 9, 202416 min

#Jabulujule - Tea Time no Lady D - Sikhuluma nowesifazane owahlangana noweslisa owamtshela ukuthi unabantu abadla , lendoda iqhamuke njengomuntu omthandayo kanti izele izimali zakhe, yamqola imali ebalelwa ku R1,3 million.

Sikhuluma nowesifazane othi unobizo labantu abadala , wahlangana nalomlisa naye owamtshela ukuthi unabantu abadla , lendoda iqhamuke njengomuntu emthandayo kanti izele izimali zakhe, lona wesifazane uselahlekelwe imali ebalelwa ku R1,3 million eyatshotshwa ilona wesilisa emkhuthaza ukuthi akafake incwadi yokushiya emsebenzini akhiphe nemali yonke ebhange

Oct 8, 202429 min

#Jabulujule - Mpilonhle Mpilonde no Dr Nomcembo Mthembu - Ukudla okungaba nomthelela ukuthi izingane zisheshe zithombe.

Oct 8, 202421 min

#Jabulujule - Notha Ujule Ngezamabhizinisi - Sikhuluma no Mpumelelo Zikalala ,usichazela kabanzi ngeqhaza lamatekisi emnothweni wezwe.

Oct 7, 202421 min

#Jabulujule - Tea Time no Lady D - Sikhuluma ngodaba lowesilisa okhala ngokuthi yena nowakwakhe baphila nengcikwane lesandulela, nayo ingane yabo yokuqala yatheleleka. Manje baxakekile, abazi ukuthi bazoyitshela kanjani ingane ngoba inemibuzo yokuthi, kungani idla amaphilisi njalo.

Oct 7, 202418 min

#Jabulujule - Ncipha Bugebebhu no Linda Thahane - Njengoba sikwi nyanga yezokuthutha ezweni lethu , sibheke ukubaluleka kokuqinisekisa ukuthi izithupha zakho azingcoli.

Oct 7, 202425 min

#Jabulujule - Ikhaya Lamaciko - Mzulu Imbongi vs Imbongi Eneqiniso

Oct 4, 202422 min