VUKA AFRICA BREAKFAST SHOW
1,446 episodes — Page 12 of 29

#Ezwenisakhile:Sivala ngodaba oluthinta uJabulile Dlamini oseyimpumputhe emva kokuthi eshawe ngesando ebusweni. Sikhuluma no ma wakhe uMabongi Dlamini.
#Ezwenisakhile: Sivala ngodaba oluthinta uJabulile Dlamini oseyimpumputhe emva kokuthi eshawe ngesando ebusweni. Sikhuluma no ma wakhe uMabongi Dlamini.

#Ezwenisakhile : sikhuluma no Mama u- Thoko Julia Mkhwanazi, umama ka Manqoba Mkhwanazi. Uzokhumbula ukuthi sakhuluma no Manqoba ngezinkinga zomshado wakhe nangezinsolo zokuthi usola uma wakhe ngokumyengela ocansini.
#Ezwenisakhile :Ezweni Sakhile: Njengoba besishilo ukuthi silandelela izindaba esizenzile ngaphambilini kulengosi yethi. Sesikhuluma no Mama u- Thoko Julia Mkhwanazi, umama ka Manqoba Mkhwanazi. Uzokhumbula ukuthi sakhuluma no Manqoba ngezinkinga zomshado wakhe nangezinsolo zokuthi usola uma wakhe ngokumyengela ocansini.

#Ezweni Sakhile: Namhlanje sithe asilandelele ezinye zezindaba esike sazenza kulengosi. Elokuqala udaba lusilethela izindaba ezimnandi olubandakanya usisi obehlukunyezwa emsebenzini. Olwesibili lubandakanya umama ozoziphendulela emva kokuthi indodana yakhe imsole ngokuthi uyiyengela embhedeni. Kanti olokugcina udaba luthinta usisi owashawa ngesando emehlweni waze waba
# Ezweni Sakhile: Namhlanje sithe asilandelele ezinye zezindaba esike sazenza kulengosi. Elokuqala udaba lusilethela izindabaezimnandi olubandakanya usisi obehlukunyezwa emsebenzini. Olwesibili lubandakanya umama ozoziphendulela emva kokuthi indodanayakhe imsole ngokuthi uyiyengela embhedeni. Kanti olokugcina udaba luthinta usisi owashawa ngesando emehlweni waze waba

#Amazwi okuqala usuku : Paul Nzimande

#Amazwi okuqala usuku : Dr Ngogi Mahaye

#UkhozifmVabs : Nhlamulo Ndlela okhulumela Mkhonto Wesizwe Party

#Amazwi okuqala usuku :Musa E Zulu

#Ukhozifmvabs: Zanele Vezi usonhlalakahle wase Child welfare

#Ukhozifmvabs :Uthini umbono wakho nge-adoption ?ngabe into osuke wayicabanga ?
#Ukhozifm : Sixoxa no Lumka Oliphant :Dep of Social Development

#Amazwi okuqala usuku :Dr Ngogi Mahaye

#Ukhozifmvabs :u-Nkululeko Masuku ongumculi we-opera emva kokufinyelela esigabeni sokugcina somncintiswano womculo iBritain's Got Talent. UMasuku udabuka eMpumalanga kuleli kodwa usezinze eLondon, nalapho eqhuba izifundo zakhe eGuildhall School of Music and Drama.

#Ezwenisakhile :Namhlanje sidingida udaba luka Mnuz Mfaniseni Jabulani Ndlovu othi wahlukanisa nomkakhe ngenhloso yokuthi bathole imali yempesheni eyayizolekela unkosikazi ezikweletini. Ngokusho kuka Mfaniseni lokuhlukanisa kwakungekona okwangempela ngoba waze wabela unkosikazi umuzi nezimoto ngethemba lokuthi bazobuye babuyelane. Sikhuluma no Mfaniseni, sizobuye sikhulume no mmeli. Lowo owayengu nkosikazi akavumanga ukukhuluma nathi ngenxa yomyalelo wasenkantolo.

#Amazwi okuqala usuku : Musa E Zulu

#Amazwi'okuqala usuku: Dr Nelisiwe Zimu

#Vuka uqonde kabanzi ngokuguquguquka kwesimo sezulu :Thandiwe Gumede

#Amazwi okuqala usuku :Paul Nzimande

#UkhozifmVabs :sikhuluma nabalaleli abakwazile ukuvota kanye nabangakwazanga ukuvota

#Amazwi okuqala usuku : Scelo Mncube

#UkhozifmVabs : sixoxa no Thembeka owaziwa ngo NomaRally

#Amazwi okuqala usuku : Dr Ngogi Mahaye

#Ezwenisakhile :sikhuluma nabesifazane abahlukunyezwa ngokocansi emsebenzini
#Ezwenisakhile :sikhuluma nabesifazane abahlukunyezwa ngokocansi emsebenzini

#Amazwi okuqala usuku : Dr Nelisiwe Zimu

#UkhozifmVabs : Sikhuluma no Sinenhlanhla Mthethwa osefinyele kwi Top 30 emqhudelwaneni wanobuhle uMiss SA 2024. U-Mthethwa udabuka e-Richards Bay kanti uneziqu ze-Psychology azenza enyuvesi yase Zululand.

#UkhozifmVabs :Siyanda Ntshanga Kulempelasonto esiphuma kuyo sibone amaqembu ezepolitiki ephothula imikhankaso yawo ngaphambi kokhetho lazwelonke ngoLwesithathu, mhlaka 29 May. Kulemcimbi yemkhankaso sibone abaculi abehlukene bezonandisa. Sithe ake sikhulume kabanzi ngodaba lwabaculi abanandisa kulemicimbi
Siyanda Ntshanga : Kulempelasonto esiphuma kuyo sibone amaqembu ezepolitiki ephothula imikhankaso yawo ngaphambi kokhetho lazwelonke ngoLwesithathu, mhlaka 29 May. Kulemcimbi yemkhankaso sibone abaculi abehlukene bezonandisa. Sithe ake sikhulume kabanzi ngodaba lwabaculi abanandisa kulemicimbi

#UkhozifmVabs :Ingxoxo ekhethekile no Bekezela ongumculi wase Zimbabwe

#Amazwi okuqala usuku : Musa E Zulu

#UkhozifmVabs : Ukhala ngokuncishwa ilungelo lakhe lokuvota ovinjelwe ukuthi avote ohlala ezweni lase Belgium. UFikile Zungu osehlale iminyaka engu 14 kuleliyalizwe akanikwanga ithuba lokuvota yize ethi wabhalisa kwi embassy yakuleliyalizwe. Imizamo yokukhuluma ne IEC ayiphumelelanga.

#Amazwi okuqala usuku :Scelo Mncube

#Vuka uqonde ngezobuchwepheshe :no Sphumelele Zondi Amazon has launched. Checkers Sixty 60 has acquired trucks to deliver appliances and more than just groceries. There’s a scramble for South Africa’s online shopping marketing and what’s the reason for it and what does it mean for those who’ve been struggling to build it for two decades or more.

#Amandla omnotho no Gugulethu Xaba Namuhla sipolitika ngomnotho waseNingizimu Afrika ngaphambi kokhetho lwezi 29 May 2024.
#Amandla omnotho no Gugulethu Xaba Namuhla sipolitika ngomnotho waseNingizimu Afrika ngaphambi kokhetho lwezi 29 May 2024.

#Amazwi okuqala usuku : Dr Ngogi Mahaye

#Amazwi okuqala usuku : Dr Nelisiwe Zimu

#Ezwenisakhile :Sidingida udaba oluthinta abashadikazi asebencamele ukuhlukanisa ngoba bethi kunokugxambukela kuka mamezala. Sikhuluma no Manqoba Mkhwanazi sizobuye sikhulume nomkakhe uSphiwe Mda.
#Ezwenisakhile :Sidingida udaba oluthinta abashadikazi asebencamele ukuhlukanisa ngoba bethi kunokugxambukela kuka mamezala. Sikhuluma no Manqoba Mkhwanazi sizobuye sikhulume nomkakhe uSphiwe Mda.

#UkhozifmVabs :Nathi Mthethwa Abakuleli abahlala ngaphandle kweNingizimu Afrika bebevota kulempelasonto esiphuma kuyo. Ake sizwe ukuthi kovotwe kanjani emazweni ase France ne Monaco noMnuz Nathi Mthethwa, oyinxusa le Ningizimu Afrika eFrance nase Monaco.

#Vuaka uqondekabanzi ngokuguquka kwesimo sezulu :Thandwe Gumede umsinga wolwandle
#Vuaka uqondekabanzi ngokuguquka kwesimo sezulu :Thandwe Gumede umsinga wolwandle

#Amazwi okuqala usuku :Paul Nzimande

#UkhozifmVabs :Sabelo Myeni Imbiko yakamuva yakwa Stats SA iveza ukuthi sesinyukele ku 32.9% isibalo sabangasebenzi kuleli. Kanti isifundazwe saKwaZulu Natal sihamba phambili kwisibalo sokukhula kwemsebenzi silandelwe iGauteng. Sikhuluma no Sabelo Myeni oyi CEO ye Sisekelo kanye ne Institute of People Management.
#UkhozifmVabs :Sabelo Myeni Imbiko yakamuva yakwa Stats SA iveza ukuthi sesinyukele ku 32.9% isibalo sabangasebenzi kuleli. Kanti isifundazwe saKwaZulu Natal sihamba phambili kwisibalo sokukhula kwemsebenzi silandelwe iGauteng. Sikhuluma no Sabelo Myeni oyi CEO ye Sisekelo kanye ne Institute of People Management.

#Amazwi okuqala usuku : Musa E Zulu

#UkhozifmVabs :Uyaqhubeka umsebenzi wokutakula abangakatholakali emva kokuwa kwesakhiwo ngoMsobuluko odlule eGeorge e-Western Cape. Umbiko wakamuva oqinisekiswe wumasipala waseGeorge uthi bangu-33 abashonile kanti bangu-19 abangakatholakali. Omunye wabashonile uSphesihle Mehlo obeneminyaka engu 20. Ake sikhulume nelungu lomndeni ka Sphesihle okungumzala wakhe, u- Gugugulethu Khonono.

#UkhozifmVabs : Gugu Xaba Owesilisa wase Centurion ubhekene nokulahlekelwa ilungelo lokuhlala nezingane zakhe ezintathu emva kokuthi evume icala lokuzishaya ngebhande. Lobaba uzogwetshwa ngesonto elizayo kepha angahle athole isigwebo esilengisiwe.

#Amaazwi okuqala usuku :Scelo Mncube

#Vuka uqondekabanzi ngezobuchwephesha :Sphumelele Zondi

#Amazwi okuqala usuku: Dr Ngogi Mahaye

#Vuka uqondekabanzi ngezezimali:Sfiso Nala Umthethosivivinywa womshuwalense wezempilo kaZwelonke, (National Health Insurance Bill)
#Vuka uqondekabanzi ngezezimali:Sfiso Nala Umthethosivivinywa womshuwalense wezempilo kaZwelonke, (National Health Insurance Bill)

#UkhozifmVabs :Obesebenza kwenzinye zezinkampani eSandton eGoli usenqobe icala lokuxoshwa emva kokutholwa komthunzi wezinkukhu egazini lakhe. Inkampani ekade eyisebenzela inemigomo yokuhlola abasebenzi izidakamizwa notshwala okuyona ndlela abathola ngayo umthunzi wezinkukhu kulomsebenzi. Ngokuchaza kwalomsebenzi, usebenzisa lesidakamizwa ekhaya ngenxa yesimo sakhe sempilo. Ake sizwe kabanzi ngaloludaba no Sbongiseni Mazibuko oyi Labour Law Practitioner.

Ezweni Sakhile: Sekuvulwe icala ngodaba oluthinta abantu abathi bakhishwa ngendluzula ezindlini zomxhaso kwa H eMlazi. Uzokhumbula mlamleli ukuthi loludaba sike saluvakashela ngenyanga edlule okwaholela ekutheni loludaba luphathwe ozakwethu bezindaba zikamabonakude. Sesiyalulandelela ke nathi nomunye walaba abakhishwa ezindlini uBawinile Zuma, kodwa ngaphambi kokuthi sikhulume no Bawinile, ake siqale sizwe ku Sthenjwa Nyawose owayeyikhansela kulendawo ngasikhathi sesigameko.
Ezweni Sakhile: Sekuvulwe icala ngodaba oluthinta abantu abathi bakhishwa ngendluzula ezindlini zomxhaso kwa H eMlazi.Uzokhumbula mlamleli ukuthi loludaba sike saluvakashela ngenyanga edlule okwaholela ekutheni loludaba luphathwe ozakwethubezindaba zikamabonakude. Sesiyalulandelela ke nathi nomunye walaba abakhishwa ezindlini uBawinile Zuma, kodwa ngaphambikokuthi sikhulume no Bawinile, ake siqale sizwe ku Sthenjwa Nyawose owayeyikhansela kulendawo ngasikhathi sesigameko.

#Amazwi okuqala usuku : Dr Nelisiwe Zimu

#UkhozifmVabs :Imbiko yamaphphandaba angempelasonto ithi, amaphoyisa asechithe imali elinganiselwa kuka R2,2 billion wamarandi ngezinxephezelo zabantu ababoshwe ngokungemthetho kusukela ngonyaka ka 2018. Ake sikhulume kabanzi nommeli uMnuz Thabani Mpungose ovela kwi Mpungose Attorneys
Imbiko yamaphphandaba angempelasonto ithi, amaphoyisa asechithe imali elinganiselwa kuka R2,2 billion wamarandi ngezinxephezelo zabantu ababoshwe ngokungemthetho kusukela ngonyaka ka 2018. Ake sikhulume kabanzi nommeli uMnuz Thabani Mpungose ovela kwi Mpungose Attorneys

#Amazwi okuqala usuku : Paul Nzimande