
VUKA AFRICA BREAKFAST SHOW
1,454 episodes — Page 3 of 30

#Amazw'okuqala usuku:Mphatheni Khumalo

#Vuk'qondengokuguquka kwesimosezulu no Thandiwe Gumede ukuduma kwezulu

#Vukanezokuthutha :Sikhuluma nabameli bethu bakwaTM Mfeka Attorneys bazosichazela ukuthi abazali bangabekwa kanjani amacala okuthumba izingane zabo uma behluleka ukwazisa umzali ababambiseni naye ngomnyakazo akazowenza nengane yabo. Lokhu kubaluleke kakhulu njengoba kuza isikhathi samaholide futhi abazali abaningi bazihlelela uhambo nengane noma izingane akangayizalanga yedwa.
#UkhozifmVabs:Sikhuluma nabameli bethu bakwaTM Mfeka Attorneys bazosichazela ukuthi abazali bangabekwa kanjani amacala okuthumba izingane zabo uma behluleka ukwazisa umzali ababambiseni naye ngomnyakazo akazowenza nengane yabo. Lokhu kubaluleke kakhulu njengoba kuza isikhathi samaholide futhi abazali abaningi bazihlelela uhambo nengane noma izingane akangayizalanga yedwa.

#Ezwenisakhile Par t2 Dr Malungelo Memela

#Ezwenisakhile : sikhuluma nomama ka Bonakele mayelana nesifo esingajwayelekile esiphethe ingane yakh

#Vukaqondengokuguquka kesimo sezulu noThandiwe singalindelani kwisimo sezulu entwasahlobo

#UkhozifmVabs :Sikhuluma noNompumelelo Myeni oyiCertfied Life Coach. Kulamasonto amabili adlule sikhulume kakhulu ngokubaluleka kokuba nama- goals ukuze impilo yakho ibe impumelelo. Namuhla sifisa ukufunda ukuthi senzenjani uma sesiqhuzukile kulama- Goals esizibekele wona? Senzenjani uma sekufika izimo noma abantu abasithikamizisayo?
Sikhuluma noNompumelelo Myeni oyiCertfied Life Coach. Kulamasonto amabili adlule sikhulume kakhulu ngokubaluleka kokuba nama-goals ukuze impilo yakho ibe impumelelo. Namuhla sifisa ukufunda ukuthisenzenjani uma sesiqhuzukile kulama- Goals esizibekele wona? Senzenjaniuma sekufika izimo noma abantu abasithikamizisayo?

#UkhoziFmvabsSummerBody :Sikhuluma neDietician Yethu uNelile Nxumalo

#Vuk'uqonde ngezobuchwepheshe :Kunama content creators aseNingizimu Afrika avalelwe ama account awo ku- TikTok. Cyan Boujee, Seemah, Munaka, Zille Wizzy ukubala abambalwa kuhlu lwama- Influencer awu- 19.
#Vuk'uqonde ngezobuchwepheshe :Kunama content creators aseNingizimu Afrika avalelwe ama account awo ku- TikTok. Cyan Boujee, Seemah, Munaka, Zille Wizzy ukubala abambalwa kuhlu lwama- Influencer awu- 19.

#Ukhozifmvabs:Namhlanje sizokhuluma noMfundisi uCingo onendaba eshwaqisayo ngohambo lwakhe, ezalwe nebala elimhlophe.
#Ukhozifmvabs:Namhlanje sizokhuluma noMfundisi uCingo onendaba eshwaqisayo ngohambo lwakhe, ezalwe nebala elimhlophe.

##Amazw"okuqala usuku : Mmeli Magoso

#Amazw'okuqala usuku : Njabulo Mkhwanazi

#Amazw'okuqala usuku: Nkosinathi Ntombela

#Amazw'okuqala usuku: Duduzile Mkhwanazi

#Amazw'okuqala usuku : Bhekinkosi Skhosana

#Ezwenisakhile :Sikhuluma nomlaleli onenkinga nommeli wakhe ngodaba lakwa Road accident Fund

#Vuka'qondekabanzi ngokuguquka kwessimo sezulu no Nqobile kleinbooi :sikhuluma ngezinkathi zonyaka

#UkhozifmVabs :Sikhuluma noMrs Thobile Zungu oneminyaka engu33 years old. Ungumsunguli we- Mnandi Bakery KwaDukuza Municipality in ward 23. Mnandi Bakery is bread baking business, izinkwa zabo zibiza uR10 sisodwa benza esimhlophe nesinsundu isinkwa. Baphinde bebhake isweet yellow bread lesi ogogo babesikhohlisa bethi ikhekhe. iMnandi Bakery yenza neTraining kubantu abafisa ukufunda ukubhaka ukuze nabo besungule awabo amabhizinisi, bexoshe ikati eziko.
Sikhuluma noMrs Thobile Zungu oneminyaka engu33 years old. Ungumsunguliwe- Mnandi Bakery KwaDukuza Municipality in ward 23. Mnandi Bakery isbread baking business, izinkwa zabo zibiza uR10 sisodwa benza esimhlophenesinsundu isinkwa. Baphinde bebhake isweet yellow bread lesi ogogobabesikhohlisa bethi ikhekhe. iMnandi Bakery yenza neTraining kubantu abafisa ukufunda ukubhaka ukuzenabo besungule awabo amabhizinisi, bexoshe ikati eziko.

#Amazw'okuqala usuku :Minenhle Msweli

#Amazw'okuqala usuku : Thendela Mbokazi

#UkhozifmVabs :Sikhuluma noNompumelelo Myeni oyiCertfied Life Coach. Namhlanje sikhulume nomuntu wesifazane ofisa ukushitsha impilo yakhe.
Sikhuluma noNompumelelo Myeni oyiCertfied Life Coach. Namhlanje sikhulume nomuntu wesifazane ofisa ukushitsha impiloyakhe.

#UkhozifmVabs:Dr. kile Mteto, President: SA Women In Plumbing And Trades (SAWIPT) Miningi imikhakha abantu besifazane abasantwela kuyo, kuyathokozisa uma sizwa noma sibona abantu besifazane bekhula ezimbonini abangajwayelekile kuzo. Singabala imboni yezokuthutha (taxis, buses and trains), ezobunjiniyela, ezokwakha (construction), ezamamayini, kanye nezobuchwepheshe. Namhlanje sibheka kumkhakha we- Plumbing. Sikhule sazi ukuthi abantu besilisa abaphiwe kulomkhakha wokulungisa amapayipi, kwazise, bekungajwayelekile ukuthi abantu besifazane begqoke amabhuzu nama- overall. Namhlanje siyabona izibalo zabantu besifazane abangama- artisan kulomkhakha ziya zikhula, kanjalo nekhona Labantu besifazane kulomkhakha osulekelele abaningi besungule amabhizinisi abo kuwo, baxosha ikati eziko.
Dr. kile Mteto, President: SA Women In Plumbing And Trades(SAWIPT) Miningi imikhakha abantu besifazane abasantwela kuyo, kuyathokozisa umasizwa noma sibona abantu besifazane bekhula ezimbonini abangajwayelekilekuzo. Singabala imboni yezokuthutha (taxis, buses and trains), ezobunjiniyela,ezokwakha (construction), ezamamayini, kanye nezobuchwepheshe.Namhlanje sibheka kumkhakha we- Plumbing. Sikhule sazi ukuthi abantu besilisa abaphiwe kulomkhakha wokulungisa amapayipi, kwazise,bekungajwayelekile ukuthi abantu besifazane begqoke amabhuzu nama-overall. Namhlanje siyabona izibalo zabantu besifazane abangama- artisankulomkhakha ziya zikhula, kanjalo nekhona Labantu besifazane kulomkhakhaosulekelele abaningi besungule amabhizinisi abo kuwo, baxosha ikati eziko.

#Vukanezolimo :no Sanele Mbili

#Amazw,okuqala usuku : Zulu Phavaroti

#Amazw'okuqala usuku :Annonymous

#Vukanezobuchwepheshe :Vuka Uqondisise kabanzi ngezobuchwepheshe: Women In Science Bathabile Mpofu
#Vukanezobuchwepheshe :Vuka Uqondisise kabanzi ngezobuchwepheshe: Women In Science Bathabile Mpofu

#Sikhuluma noNompumelelo Myeni oyiCertfied Life Coach. Kubalulekile ukuthi umuntu azakhele imikhuba ( habits) yosuku ezosiza ukuthi agcine ebona imiphela emihle empilweni yakhe.
Sikhuluma noNompumelelo Myeni oyiCertfied Life Coach. Kubalulekile ukuthi umuntu azakhele imikhuba ( habits) yosukuezosiza ukuthi agcine ebona imiphela emihle empilweni yakhe.

#Vuk'qondekabanzingokuguqukakwesimosezulu:Nompumelelo Nqobile Kleinboos:Namhlanje sikhuluma ngeStorm surge, ukuthi sidalwa yini kanye nobungozi obuphathelene naso.
Namhlanje sikhuluma ngeStorm surge, ukuthi sidalwa yini kanyenobungozi obuphathelene naso.

#Amazw'okuqala usuku : Musa Magubane

#UkhozifmVabs :Sikhuluma noMnumzane Mthokozisi Ndlovu ongumphathi weLamontville Victim Friendly Safe House:
Sikhuluma noMnumzane Mthokozisi Ndlovu ongumphathi weLamontville VictimFriendly Safe House:

#Amazw'okuqala usuku: Thamsanqa Mahlambi

#Amazw'okuqala usuku :Annonymous

#Amazw'okuqala usuku: Mxolisi Igwazangubo

#Amazw' okuqala usuku :Zaba Chili

#Amazw'okuqala usuku: Vusi Malombo Dlamini

#UkhozifmVabs:Dr Malungi Memela ukuzaleka kwamawele

#UkhozifmVabs :Sanele Mbili Umthelela wesimo sezulu kwezolimo

#Vuk'qondengokuguqukakwesimosezulu:Nqobile Kleinboos sikhuluma ngama Surface trough

#UkhozifmVabs: Nompumelelo Myeni sikhuluma ngokubaluleka kokuzazisa

#UkhozifmVabs _ Sikhuluma noDr Malusi Gigaba
Sikhuluma ne-MP Dr. Malusi Gigaba, osanda kugogoda nge-PHD from the University of Johannesburg. Malusi Gigaba awarded his doctorate from the College of Business & Economics. Gigaba's study explored the role of state-owned enterprises (SOEs), particularly Eskom and Transnet, in achieving commercial and developmental objectives. Sifisa ukuthola kancane ukuthi belunjani loluhambo lwakhe nezifundo zakhe, eze efinyelel ukuba udokotela, nesibonelo esihle kwamanye amadoda asafisa ukuqala phansi ebuyele esikoleni, noma eqhubeze imfundo yabo.

#UkhozifmVabs :Sikhuluma noNompumelelo Myeni oyiCertfied Life Coach. Namhlanje sikhuluma ngokubaluleka kokuzazisa.
#UkhozifmVabs :Sikhuluma noNompumelelo Myeni oyiCertfied Life Coach. Namhlanje sikhuluma ngokubaluleka kokuzazisa.

#UkhozifmVabs:Matshidiso Mongane -Intsha inamandla. Director, Zululand District Chairperson for the Youth Sector and Interim Member of the South African Youth
Matshidiso Mongane -Intsha inamandla. Director, Zululand District Chairperson for the Youth Sector and Interim Member of the South African Youth

#UkhozifmVabs #Ukhozifmvabs :Nompumelelo Myeni oyiCertfied Life Coach. Namhlanje sikhuluma ngokubaluleka kokuzazi ukuthi uvelaphi, ukuphi, uyaphi.
#Ukhozifmvabs :Nompumelelo Myeni oyiCertfied Life Coach. Namhlanjesikhuluma ngokubaluleka kokuzazi ukuthi uvelaphi, ukuphi, uyaphi.

#Amazw'okuqala usuku :Menzi Dlamini

#Amazw'okuqala usuku:Phumzile Nzama

#Ezwenisakhile:Sine- email evela kumlaleli ongathandanga ukuzidalula,unenkinga ne Ex yakhe

#Amazw'okuqala usuku: Mama Thabede

#Vukaqondengokuguqukangesimosezulu:Vuka Uqonde Kabanzi Ngokuguquguquka Kwesimo Sezulu. Sikhuluma noNompumelelo Nqobile Kleinbooi ovela kwa- SA Weather Service

#Ukhozifmvabs :Sanele Mbili umthelela wokuguquka kwesimo sezulu kwezolimo
