
VUKA AFRICA BREAKFAST SHOW
1,446 episodes — Page 26 of 29

Ezomnotho no Gugulethu Xaba - Ukufuywa koNogwaja - #ISIDLOSASEKUSENI
DJ Sgqemeza, Mroza and Nolwazi 6:30 - 9:00 #ukhozifmvabs

Besikhuluma no Dr Sibongile Zungu nge NHI usichazele kabanzi ngayo
DJ Sgqemeza, Mroza and Nolwazi 6:30 - 9:00 #ukhozifmvabs

Hlaziya ipolitiki no Nhlanhla Mtaka_Sibheka ubuholi obusha be IFP
Siphila ezweni lapho abantu bengakwazi ukuphikisana ngoba abazi vele. #ISIDLOSASEKUSENI

Khuthazeka no Sthembiso Zondo_Izinto eziqinisa umuntu wesifazane
Umhlaba unje abantu abangenawo umsamu, wonke umuntu akabe nendawo adonsa kuyo #ISIDLOSASEKUSENI

Umhlaziyi ozimele uNhlanhla Mtaka uhlaziya ngezinguquko zobuholi komasipala abathile be ANC nangengqungquthela ye IFP
Lezizinguquko ziphumaphi futhi zisho ukuthini. #ISIDLOSASEKUSENI

Besikhuluma nowesifazane osemncane U Nonjabulo Mdunge AKA Maka Pinky oshayela ama truck owafeyila kawu 7
Uyisibonelo kwabanye besifazane abasheshe baphonse ithawula, izinselelo azimenzanga waphelelwa amandla. #ISIDLOSASEKUSENI

Phila neSidlo Sasekuseni : Ukubaluleka kokuhlola isimosakho sempilo njengomuntu wesifazane noDr Wendy
Phila neSidlo Sasekuseni : Ukubaluleka kokuhlola isimosakho sempilo njengomuntu wesifazane noDr Wendy . #ISIDLOSASEKUSENI

Hlaziya ipolitiki no Nhlanhla Mtaka_Izimali ezibe umnikelo kumkhankaso ka CR17 wokhetho
Kuvele ukuthi kukhona amanye amalungu amaqembu epolitiki athola imali kumkhankaso CR17 wokhetho nezinye zezintatheli ziyathinteka. #ISIDLOSASEKUSENI

Khuthazeka no Sthembiso Zondo_Izinto eziqinisa zakhe abesifazane
Ungabizwa ngembokodo kanti uyigabade, kuyokusiza ukuba nomuzwa wesithupha uzokwazi ukuzwa umuntu othi uyakuthanda kanti udlala ngawe. #ISIDLOSASEKUSENI

Besikhuluma nabadayisa ngocansi
Izingqinamba ababhekana nazo emsebenzini wabo. #ISIDLOSASEKUSENI

YAZI NGELUNGELO LAKHO, bewazi ukuthi ungamncisha ungcine la uthanda khona?
Ushadile noma awushadile unelungelo lokungazibandakanyi nothandana naye ocansini isikhathi esithandwa nguwe. #ISIDLOSASEKUSENI

Abantu besilisa abadlisa abesifazane abathandana nabo
Sebebaningi abesilisa abadlisa intando abantu besifazane , bathi basuke bakha imizi yabo, sikhulume noMakhosi u Gudlulwandle. #ISIDLOSASEKUSENI

Hlaziya Ipolitiki no Nhlanhla Mtaka : Iminikelo Yomkhankaso kaCR17 / Mayor Zandile Gumede
Besihlaziya ipolitiki noNhlanhla Mtaka sikhuluma ngodaba lukaAdv Mkhwebane nombiko wakhe mayelana nezethulo azenza ePhalamende mayelana neminikileo yomkhankaso weCR17. Siphinde sabheka nodaba lukaMayor weTheku uZandile Gumede. #isidlosasekuseni

Khuthazeka no Sthembiso Zondo_Iningi labantu besifazane bahlukumezekile futhi balimele
Abantu besifazane abalimalanga empini kodwa balimale othandweni, akahlukunyezwanga isitha kodwa ulimale othandweni #ISIDLOSASEKUSENI

Sikhulume nowesifazane osemncane oneminyaka ewu 23 onesandulela ngculazi
Wazi ukuthi unesandulela ngculazi ethi uziyela emtholampilo eyele enye into. #ISIDLOSASEKUSENI

Ezobuchwepheshe nezezimoto_Besivakashelwe owesifazane oyi Automotive Mechanic
uNokuthula Mnguni usichazele kabanzi ngokuba umakhenikha wezimoto engowesifazane. #ISIDLOSASEKUSENI

Yazi Ngelungelo lakho ADV Mlondo_Sibheka indaba yokuboshwa
Umthetho olawula ukuthi uboshwa nini futhi iyiphi imithetho okumele ilandelwe. #ISIDLOSASEKUSENI

Inyanga Yembokodo abesifazane abasebenza e renke yamatekisi
Besikhuluma nabesifazane abasebenza e renke omunye ungu driver omunye uyapheka basixoxele ukuthi kunjani ukusebenza khona. #ISIDLOSASEKUSENI

Ezomnotho no Gugulethu Xaba_Ngezisombululo zokubhekana nezinga labantu abangasebenzi emzansi
Besikhuluma ngezisombululo zokubhekana nezinga labantu abangasebenzi emzansi. #ISIDLOSASEKUSENI

Phila nesidlo sasekuseni iyini i Pre and Postnatal depression
Sikhulume no dokotela u Sandile Mshengu esichazela kabanzi. #ISIDLOSASEKUSENI

Ungena kanjani kwibhizinisi lezindlu
Besikhuluma no Samke Mhlongo osemkantshubomvu kwibhizinisi lezindlu, usiphe amasu okuphumelela kwi property business. #ISIDLOSASEKUSENI

Isihloko Sosuku_Ukubuyiselwa kwamalobolo
Sikhulume no Molo Simelane esikhanyisela ukuthi liyabuyiselwa yini ilobolo emuva, kwenziwa kanjani lithini isiko.

Hlaziya Ipolitiki no Nhlanhla Mtaka_Kupenda sthombe sini okwenzeke e Goli phakathi kwamaphoyisa nabadayisa emgwaqeni
Nhlanhla Mtaka kwamanye amazwe awukwazi ukuvula ibhizinisi ungasiye owakhona kunemithetho elandelwayo...kusho uMtaka

Khuthazeka no Sthembiso Zondo_ Sisemseni wabantu besifazane
Sisemseni wabantu besifazane singamadoda

Khuthazeka no Sthembiso Zondo_Khula ndoda
Ungawenzi amaphutha obufana ube uyindoda ngoba awaxoleleki kalula #ISIDLOSASEKUSENI

Ezomthetho no ADV Sbusiso Mlondo_Amalungelo eziguli
Amalungelo onawo uma usesibhedlela uyisiguli,umsebenzi wezempilo uwanyathela kanjani amalungelo akho, lalela uzwe. #ISIDLOSASEKUSENI

UKHOZI 59 : UMLANDO WOKHOZI FM NO DR. VVO MKHIZE NO DUMISANI KAMALIYAVUZA SHANGE
UKHOZI 59 : UMLANDO WOKHOZI FM NO DR. VVO MKHIZE NO DUMISANI KAMALIYAVUZA SHANGE #ISIDLOSASEKUSENI

Hlaziya Ipolitiki no Nhlanhla Mtaka Umvikeli womphakathi no Mongameli wezwe bathelana godaka.
Nhlanhla Mtaka "Sebeyaganga umongameli wezwe no mvikeli womphakathi, sebethelana godaka,behlisa isithunzi samahhovisi abo" #ISIDLOSASEKUSENI

Khuthazeka no Sthembiso Zondo_ Indoda kufanele kube khona umuntu emsabayo
Iba indoda enomuntu ozomesaba umhloniphe #ISIDLOSASEKUSENI

Rest In Peace Jonny Clerk sikhulume nomngani wakhe omkhulu u Dr Sipho Mchunu
Usixoxele ngohambo lwabo ngezikhathi zobandlululo nokuhlangana kwabo nokuqala ukucula . #ISIDLOSASEKUSENI

uMr Shabangu Ovela eDENOSA Echaza Kabanzi Ngamalungelo Eziguli 17/07/2019
DJ Sgqemeza, Mroza and Nolwazi 6:30 - 9:00 #ukhozifmvabs

Nhlanhla Mtaka Analyses Zuma's Appearance at the Zondo Commission
uNhlanhla Mtaka ukhuluma ngokuvela kowayengumongameli waseNingizimu Africa u Jacob Zuma #ISIDLOSASEKUSENI

What is Gout? Dr Sandile Tshabalala Explains
Discussing the symptoms, causes and contributing factors to gout.

Amandla Omnotho noGugulethu Xaba 16/07/2019
Discussing the Waste Economy in South Africa #ISIDLOSASEKUSENI

Ubungozi bokuphathwa ingwici besikhuluma nenyanga u baba Myadi
Sixoxe nenyanga u Myadi esitshela ngegwici #ISIDLOSASEKUSENI

Hlaziya ipolitiki no Nhlanhla Mtaka_Ukuvela kuka Jacob Zuma kwi Zondo Commission
DJ Sgqemeza, Mroza and Nolwazi 6:30 - 9:00 #ukhozifmvabs

Besine Men's Conference sikhuluma no Dr Shabalala ngezempilo nocansi
Izinto ezingadala ukuthi kungayeki kahle ocansini. #ISIDLOSASEKUSENI

Besine Men's conference sikhuluma no Jobe i Psychologist ngezinkinga zamadoda njengokuthi indoda ayikhali
Sibheka kabanzi i Mental Health kubantu besilisa izinto eziphazamisa ingqondo kumuntu wesilisa #ISIDLOSASEKUSENI

Khuthazeka no Sthembiso Zondo_Indoda nendoda inomsangano wayo
Yini umsangano wendoda? #ISIDLOSASEKUSENI

SIDLA ISIDLO Besikhuluma noDumi Mkokstad esixoxela ngokukhulunywa emaphephandabeni ngaye.
Dumi Mkokstad ngosizi lwakhe lokubhalwa emaphephandebeni ..ISIDLOSASEKUSENI

We spent time with Khathaza 'Sibonile Ngubane' woZalo chatting about the man behind the troubles on Uzalo.
DJ Sgqemeza, Mroza and Nolwazi 6:30 - 9:00 #ukhozifmvabs

Ezomthetho noAdvocate Sibusiso Mlondo
Can Children over the age of 18 sue their parents for maintenance? What does the law say? Listen to Advocate Sibusiso Mlondo give our listeners a legal breakdown on the matter.

Khuthazeka no Sthembiso Zondo_Abantu besilisa abafuni ukuthethiswa
Sthembiso Zondo "Ungayithethisi indoda khuluma kahle nayo ISIDLOSASEKUSENI

UGugulethu Xaba Efundisa NgeG20 Summit - Ingosi Yezomnotho
UGugulethu Xaba Efundisa NgeG20 Summit - Ingosi Yezomnotho

USthembiso Zondo Endlalela Izingxoxo Ezikhuthazayo Zenyanga Yamadoda ( Men's Month)
USthembiso Zondo

uDokotela Sandile Tshabalala Esifundisa Ngomdlavuza Wesibele (Male Breast Cancer)
uDokotela Sandile Tshabalala

Ezomthetho sikhuluma nge Criminal Record asukayo nengasuki, uthini umthetho.
Advocate Makhosazane Mbonane

Phila Nesidlo Sasekuseni sikhuluma nge PrEP (Umshanguzo wokuvikela isifose sesandulela ngculazi)
Dr Ntsiki Molefe-Osman

HLAZIYA IPOLITIKI NGOLIMU LWAKHO_KUNEPHUTHA ELENZEKAYO KWISISHAYA MTHETHO
Nhlanhla Mtaka umsebenzi wethu njengezakhamuzi ukwelusa isishaya mthetho. #ISIDLOSASEKUSENI

KHUTHAZEKA NO STHEMBISO ZONDO_ANGIKHOLWA KAKHULU!!
Sthembiso Zondo Kunezinto okufanele uzenze ukuze uthole okuthile. #ISIDLOSASEKUSENI