
VUKA AFRICA BREAKFAST SHOW
1,446 episodes — Page 24 of 29

IMVELAPHI NO STHEMBISO SHANGASE (Umlando ngesigqoko sabesuthu)
#ISIDLOSASEKUSENI

SIDLA ISIDLO NO GOGO NOMKHULU (Bahlalisene 16 years,sebeshade unyaka)
#ISIDLOSASEKUSENI

EZOMNOTHO NO GUGULETHU XABA (Inkulumo ka mongameli kwezomnotho)
#ISIDLOSASEKUSENI

PHILA NESIDLO SASEKUSENI NO DR MOLEFE-OSMAN (Isifo se HPV)
#ISIDLOSASEKUSENI

IMVELAPHI NO STHEMBISO SHANGASE (Abantu bakwa Ndwandwe)
Umlando ngabantu bakwa Ndwandwe#ISIDLOSASEKUSENI

HLAZIYA IPOLITIKI NO NHLANHLA MTAKA (De Klerk akayedwa)
#ISIDLOSASEKUSENI

KHUTHAZEKA NO STHEMBISO ZONDO (Ungamthembi umuntu)
Umuntu okufanele ungamthembi kakhulu ilona osendelene nawe nokuhlekisayo #ISIDLOSASEKUSENI

SIDLA ISIDLO NABAHLALI BASE WOONGA PARK (Amaphara)
#ISIDLOSASEKUSENI

IMVELAPHI NGE LADYSMITH BLACK MAMBAZO (RIP DR Joseph Shabalala)
Sibheka imvelaphi yomculo wesicathamiya, sihlonipha u Dr Joseph Shabalala umsunguli weqembu i Ladysmith Black Mambazo odlule emhlabeni ngolwesibili #ISIDLOSASEKUSENI

YAZI NGELUNGELO LAKHO NO ADV MLONDO (Imibuzo yabalaleli)
Uphendula imibuzo yabalaleli yomthetho #ISIDLOSASEKUSENI

IMVELAPHI NO STHEMBISO SHANGASE (Emabheleni)
Umlando ngabantu baseMabheleni #ISIDLOSASEKUSENI

HLAZIYA IPOLITIKI NO NHLANHLA MTAKA (Ukwethenjwa kwezinkantolo zethu)
Amacala amabili angabuyisela i ANC ne Ningizimu Africa obishini, aphinde ehlise ukwethenjwa kwezinkantolo zethu #ISIDLOSASEKUSENI

KHUTHAZEKA NO STHEMBISO ZONDO (Unebhadi uma uthandana neqili)
Umuntu ongathembekile uyashesha ukukhomba abangathembekile ngoba uzazi ngaye, ibhodwe laziwa umpheki. #ISIDLOSASEKUSENI

IMVELAPHI NO STHEMBISO SHANGASE( Imvelaphi Yegama Ethekwini)
Umsuka wegama ledolobhakazi Ethekwini #ISIDLOSASEKUSENI

SIDLA ISIDLO NO MAMA KA SENZO MEYIWA
Ufundeni empilweni emva kokudlula emhlabeni kuka Senzo Meyiwa emhlabeni #ISIDLOSASEKUSENI

FUNDA NGELUNGELO LAKHO NO ADV MLONDO (Isiphandla)
Ilungelo lakho lokufaka isiphandla emsebenzini #ISIDLOSASEKUSENI

PHILA NESIDLO SASEKUSENI NO DR SHABALALA (Corona Virus)
Sikhuluma ngesifo okukhulunywa ngaso kulezinsuku i Corona virus #ISIDLOSASEKUSENI

EZOMNOTHO NO GUGULETHU XABA
Izibalo zabangasebenzi eNingizimu Africa 2020 #ISIDLOSASEKUSENI

IMVELAPHI NO STHEMBISO SHANGASE
Umlando ngabantu bakwa Mtungwa Abantungwa #ISIDLOSASEKUSENI

KHUTHAZEKA NO STHEMBISO ZONDO (Zenze isilima)
Othandweni kumele uzenze isilima ube ungesona #ISIDLOSASEKUSENI

HLAZIYA IPOLITIKI NO MTAKA
INingizimu Africa yomele izisebenzi zombuso hhayi zohulumeni noma amaqembu #ISIDLOSASEKUSENI

MOTORING NO SBONELO MYENI
Namhlanje u Sbonelo ukhuluma nge Lexus ESH Hybrid esebenzisa injini kagesi no petrol. Nezinto okumele uziqaphele uma uthenga imoto esisebenzile#ISIDLOSASEKUSENI

SIDLA ISIDLO SASEKUSENI NOMLIMI WESIHLAHLA SOKWENZA IZINTO ZOKUGCOBA NE WINE U VUSI JELE
Sikhuluma no managing director we Agave Farm, umlimi wesihlahla i Agave esikhiqiza izinto eziningi okubalwa okokugcoba, i wayini, Iphepha, impahla yokugqoka ne juice #ISIDLOSASEKUSENI

IMVELAPHI NO STHEMBISO SHANGASE
Umlando ngegama Soshanguve, lavela kanjani #ISIDLOSASEKUSENI

IMVELAPHI NO STHEMBISO SHANGASE
Umlando wabantu baseMahlutshini #ISIDLOSASEKUSENI

HLAZIYA IPOLITIKI NO NHLANHLA MTAKA
Sihlaziya udaba olusematheni, olukhuluma ngomvikeli womphakathi u Advocate Busisiwe Mkhwebane ubuhle nobubi bokuxoshwa kwakhe nokuhlala kwakhe esikhundleni akuso #ISIDLOSASEKUSENI

KHUTHAZEKA NO STHEMBISO ZONDO
Abantu sebazi izindaba zabantu ukudlula ukwazi ezabo, kumele kwenzekeni ukuphuma ezindabeni zabantu #ISIDLOSASEKUSENI

IMVELAPHI NO STHEMBISO NTSHANGASE
Umlando wesibongo sakwa Ngcobo #ISIDLOSASEKUSENI

HLAZIYA IPOLITIKI NO NHLANHLA MTAKA
Ikusasa lezwe lethu Iningizimu Africa libhekephi? #ISIDLOSASEKUSENI

KHUTHAZEKA NO STHEMBISO ZONDO
Uma ngabe unkulunkulu ehamba nawe uzohlangana nobunzima, singakhali udaka. #ISIDLOSASEKUSENI

SIDLA ISIDLO NO MONDLI NGCOBO
Usesebenze nabantu abaningi emculweni, abathathe wababeka esicongweni ngekhono lakhe lokudidiyela nokubhala umculo #ISIDLOSASEKUSENI

IMVELAPHI NO STHEMBISO SHANGASE
Umalando ngengama Esikhawini, igama langempela Isesikhaleni #ISIDLOSASEKUSENI

EZEZIMOTO NO SBO MYENI
Amanye mathuba amakhulu akhona ebhizinisini lezimoto #ISIDLOSASEKUSENI

SIDLA ISIDLO NO NHLONIPHO ZULU UMSHAYELI WETEKISI OBELETHISE OWESIFAZANE OWAYEZITHWELE
Ugeqa amagula umshayeli wetekisi owabelethisa owayezithwele owaxoshwa emtholampilo. #ISIDLOSASEKUSENI

YAZI NGELUNGELO LAKHO NO ADV MLONDO
Ikuphi okumele nikwenze uma senihlukana nanishade ngokwesintu,niyahlukaniselana yini izimpahla nezikweletu #ISIDLOSASEKUSENI

IMVELAPHI NO STHEMBISO SHANGASE
Imvelaphi yesibongo sakwa Mdletshe,Skhakhane no Shangase #ISIDLOSASEKUSENI

DISABILITY 360_SCHOOL FOR THE DEAF
Sixoxisane no Vusi Mazibuko oyisekela thisha omkhulu kwa Thintwa School for the deaf ngemiphumela kamatikuletsheni abayitholile #ISIDLOSASEKUSENI

HLAZIYA IPOLITIKI NO NHLANHLA MTAKA
Unhlanhla Mtaka ukhulume nge january 8 statement nangepolitiki yakulonyaka #ISIDLOSASEKUSENI

KHUTHAZEKA NO STHEMBISO ZONDO
Uma ufuna uguquko empilweni yakho awuqale uzimisele lapho ukhona, lokho kuzokwenza uye lapho ufuna ukuya khona #ISIDLOSASEKUSENI

EZOBUCHWEPHESHE NEZIMOTO
Usikhanyisele ngezimoto ezintsha nezihamba ngogesi u Sbonelo Myeni, kwezobuchwepheshe wasichazela kwezwakala u Sboniso Mtshali #ISIDLOSASEKUSENI

UMSHAYELI WETEKISI OBELETHISE UMGIBELI
Namanje akakakholwa umshayeli wetekisi ukuthi ukwaze ukubelethisa umgibeli ngempumelelo #ISIDLOSASEKUSENI

Sikhuluma nomhlaziyi wezepolitiki u Khaya Sithole nge January 8 statement
#ISIDLOSASEKUSENI

Hlaziya ipolitiki no Nhlanhla Mtaka_Ama Melikana azoba senkingeni uma ake ayivuma impi,kuzokwenzekani?
#ISIDLOSASEKUSENI

Khuthazeka no Sthembiso Zondo_Shintsha ukwenza ngo 2020
#ISIDLOSASEKUSENI

Sikhuluma no MEC wezokuthutha nokuphepha eKZN- uMEC Bheki Ntuli zithini izinhlelo zamaholidi zokuphepha komphakathi
#ISIDLOSASEKUSENI

Sidle isidlo sasekuseni no Black Coffee
#ISIDLOSASEKUSENI

Yazi ngelungelo lakho_no ADV Mlondo ukhuluma ngamalungelo abantu abaqashile nomastende
#ISIDLOSASEKUSENI

Phila nesidlo sasekuseni_Besikhuluma ngezinkinga ezidalwa uphuzo oludakayo, nezazi zezempilo
#ISIDLOSASEKUSENI

Hlaziya ipolitiki no Mtaka_Besibuka izigameko zonyaka wonke kwezepolitiki
#ISIDLOSASEKUSENI

Disability 360 Uyikhulisa kanjani umndeni ingane ene Autism sixoxe no Lindiwe Khuzwayo ongumzali ka Nandi
#ISIDLOSASEKUSENI