
#UkhozifmVabs:Yaya Mavundla oyi transgender ongowase Ntunjambili eKranskop eKZN. I-Pride Month iyingxenye yezinhlelo zokuqhakambisa ukuthi abathandana nobulili obufanayo bayingxenye yomphakathi futhi namalungelo abo adinga ukuhlonishwa. Kuzokhumbuleka ukuthi kwaqopheka umlando ngesikhathi uNdunankulu waKwaZulu-Natal uThami Ntuli ememezela ungqongqoshe wokuqala owaziwa ngokuthandana nobulili obufana nobakhe uMnuz Martin Meyer ongu Ngqongqoshe weMisebenzi yoMphakathi neNgqalasizinda. Sikhuluma n
Audio is streamed directly from the publisher (traffic.omny.fm) as published in their RSS feed. Play Podcasts does not host this file. Rights-holders can request removal through the copyright & takedown page.
Show Notes
u-Yaya Mavundla oyi transgender ongowase Ntunjambili eKranskop eKZN. I-Pride Month iyingxenye yezinhlelo zokuqhakambisa ukuthi abathandana nobulili obufanayo bayingxenye yomphakathi futhi namalungelo abo adinga ukuhlonishwa. Kuzokhumbuleka ukuthi kwaqopheka umlando ngesikhathi uNdunankulu waKwaZulu-Natal uThami Ntuli ememezela ungqongqoshe wokuqala owaziwa ngokuthandana nobulili obufana nobakhe uMnuz Martin Meyer ongu Ngqongqoshe weMisebenzi yoMphakathi neNgqalasizinda. Sikhuluma no Yaya sizobuye sikhulume nophuma kwi Lesbian and Gay Community and Health Centre eThekwini.
Topic: Iziphi izinyathelo osuzithatheile ukuze ufundiseke kangcono ngabantu abathandana nobulili obufanayo? Ngabe uzizwa wamkelekile emphakathini, emsebenzini, emndenini njengomuntu othandana nobulili obufanayo?