PLAY PODCASTS
#UkhozifmVabs:Namhlanje sibheka udaba lokulothiswa phecelezi i-cremation. Lokhu kulandela isimemezelo esenziwe umkhandlu wedolobha lase Goli ngesimo sokugcwala kwamathuna noma ama cemetery. Umkhandlu uthi kwawu 42 akhona, angu 39 asegcwele. Enye yezindawo zokufihla i-Westpark Cemetery izobe isigcwele mfi ngo May wangalonyaka. Umkhandlu uphakamise ukuthi umphakathi kufanele ubheke ezinye izindlela zokufihla ezifana nokulothiswa kanye nokuvula amathuna kungcwatshwe phezu kwabanye abantu. Sixoxa no Azola Manjati ongumphathi wezindawo zokufihla eGoli. Sizobuye sixoxe no Dr Maria Zwane owenza ucwaningo ngemibono yabantu KwaZulu ngokulothiswa.

VUKA AFRICA BREAKFAST SHOW

February 6, 202518m 2s

Audio is streamed directly from the publisher (traffic.omny.fm) as published in their RSS feed. Play Podcasts does not host this file. Rights-holders can request removal through the copyright & takedown page.