
#Ezwenisakhile :Silandela udaba Lokufaka amanzi endaweni yase Mbholwana eGreytown. Loludaba luthinta ababeqashiwe kulenkontileka nabakhala ngokungakhokhelwa okwaholela ekutheni oyedwa wabo athathe ama generator omsebenzi ngoba ezama ukuthola ubulungiswa. Kanti inkosi yendawo ikhala ngokuthi amanzi agcina engafinyelelanga kwezinye izindawo emva kokungena ko hulumeni omusha. Sikhuluma ne Nkosi Dhlomo, umsebenzi uMnuz Christopher Ngcobo kanye ne Meya yase Mzinyathi uMnuz Pe
October 15, 202427m 10s
Audio is streamed directly from the publisher (traffic.omny.fm) as published in their RSS feed. Play Podcasts does not host this file. Rights-holders can request removal through the copyright & takedown page.
Show Notes
#Ezwenisakhile :udaba olubandakanya ikontileka yokufaka amanzi endaweni yase Mbholwana eGreytown. Loludaba luthinta ababeqashiwe kulenkontileka nabakhala ngokungakhokhelwa okwaholela ekutheni oyedwa wabo athathe ama generator omsebenzi ngoba ezama ukuthola ubulungiswa. Kanti inkosi yendawo ikhala ngokuthi amanzi agcina engafinyelelanga kwezinye izindawo emva kokungena ko hulumeni omusha. Sikhuluma ne Nkosi Dhlomo, umsebenzi uMnuz Christopher Ngcobo kanye ne Meya yase Mzinyathi Ngubane