
#Ezwenisakhile :sikhuluma ngodaba olubandakanya ukukhulisa umtwana okungasiye owakho. Lokhu kulandela isimo esithinta uJabulisile Manzi wase Lamontville eThekwini ofisa ukwazisa lowo ozazi njengobaba womntwana ukuthi ingane akuyona eyakhe. U-Jabulisile wathola lomntwana eneminyaka engu 14 ethandana nabantu ababili ngesikhathi esisodwa nokwaholela ekutheni anike ingane ubaba okungasiyena. Lomntwana womfana useneminyaka engu 21 kanti wakhuliswa abazali balobaba owathweswa ijazi. U-Jabulisile uthi inkinga iqale uma umntwana esebonisa izimpawu zokungalawuleki nokwagcina enqume ukuthi aye kumuntu ohlolayo owamtshela ukuthi ingane isekhaya okungelona. U-Baba wangempela womntwana useyazi ngaloludaba emva kwemiphumela ye DNA, uJabulisile usesele nokwazisa lowo owakhulisa umntwana.
Audio is streamed directly from the publisher (traffic.omny.fm) as published in their RSS feed. Play Podcasts does not host this file. Rights-holders can request removal through the copyright & takedown page.
Show Notes
sikhuluma ngodaba olubandakanya ukukhulisa umtwana
okungasiye owakho. Lokhu kulandela isimo esithinta uJabulisile Manzi wase Lamontville eThekwini ofisa ukwazisa
lowo ozazi njengobaba womntwana ukuthi ingane akuyona eyakhe. U-Jabulisile wathola lomntwana eneminyaka
engu 14 ethandana nabantu ababili ngesikhathi esisodwa nokwaholela ekutheni anike ingane ubaba okungasiyena.
Lomntwana womfana useneminyaka engu 21 kanti wakhuliswa abazali balobaba owathweswa ijazi. U-Jabulisile uthi
inkinga iqale uma umntwana esebonisa izimpawu zokungalawuleki nokwagcina enqume ukuthi aye kumuntu ohlolayo
owamtshela ukuthi ingane isekhaya okungelona. U-Baba wangempela womntwana useyazi ngaloludaba emva
kwemiphumela ye DNA, uJabulisile usesele nokwazisa lowo owakhulisa umntwana.