
Ezweni Sakhile: Sekuvulwe icala ngodaba oluthinta abantu abathi bakhishwa ngendluzula ezindlini zomxhaso kwa H eMlazi. Uzokhumbula mlamleli ukuthi loludaba sike saluvakashela ngenyanga edlule okwaholela ekutheni loludaba luphathwe ozakwethu bezindaba zikamabonakude. Sesiyalulandelela ke nathi nomunye walaba abakhishwa ezindlini uBawinile Zuma, kodwa ngaphambi kokuthi sikhulume no Bawinile, ake siqale sizwe ku Sthenjwa Nyawose owayeyikhansela kulendawo ngasikhathi sesigameko.
May 14, 202410m 8s
Audio is streamed directly from the publisher (traffic.omny.fm) as published in their RSS feed. Play Podcasts does not host this file. Rights-holders can request removal through the copyright & takedown page.
Show Notes
Ezweni Sakhile: Sekuvulwe icala ngodaba oluthinta abantu abathi bakhishwa ngendluzula ezindlini zomxhaso kwa H eMlazi.
Uzokhumbula mlamleli ukuthi loludaba sike saluvakashela ngenyanga edlule okwaholela ekutheni loludaba luphathwe ozakwethu
bezindaba zikamabonakude. Sesiyalulandelela ke nathi nomunye walaba abakhishwa ezindlini uBawinile Zuma, kodwa ngaphambi
kokuthi sikhulume no Bawinile, ake siqale sizwe ku Sthenjwa Nyawose owayeyikhansela kulendawo ngasikhathi sesigameko.