
VUKA AFRICA BREAKFAST SHOW
1,454 episodes — Page 20 of 30

Amandla omnotho no Gugulethu Xaba
Things we can import into South Africa – From other African countries. (Helping to integrate Africa)

Besikhuluma nomsakazo wase LeSotho sifundisana
Inhloso enkulu ukuthi lamazwe amabili i-South Africa ne LeSotho ukuthi kugqanyiswe izinto esifanayo kuzona kusuka ku language,ezemidlalo ,ezemfundo,Ukudla umculo okokugqoka isiko umlando etc. So izinhlelo ezahlukene kuleliviki zizobambisana ne-The Ultimate Radio in LeSothoukubheka lokhu bese next week sibe eKenya nakhona senze okufanayo.

Vuka Africa motivation no Sthembiso Zondo
Isuse eduze kwakho into ekuxakayo

Hlaziya ipolitiki no Nhlanhla Mtaka
Isihloko Samamuhla: Namuhla sibuka ipolitiki yamaqembu ngaphansi kwesihloko esithi : Izwe limantwenguntwengu, leli yithuba lamaqembu aphikisayoukuba eze nesixazululo.

Iphumile ingoma entsha ka Fezile Zulu aka Mabhodlela
Usisi owabonakala kwi video ecela amabhodlela u Dj Tira usemfake e studio bakhipha icwecwe elivutha bhe ft Big Zulu, Prince Bulo and Cici

Vuka Africa Motoring no Sbonelo Myeni_Ubungozi be licence ephelelwe isikhathi
Insurance yemoto ayikhokhi uma usune licence ephelelwe isikhathi kanti kulula ukuyivuselela.

Sikhulume nokhulumela umasipala i Alfred Nzo district ngomfundaze otholwe ingane ye mayor
Alfred Nzo district mayor Sixolile Mehlomakhulu has denied knowing anything about a municipal bursary awarded to his son to study at the University of theWitwatersrand. This comes after copies of an award letter of bursary signed by the Municipal Manager as well as a proof of payment to the amount ofR65 223.00 circulated on social media.

Ezomnotho no Gugulethu Xaba
Africa Month – Economies of Africa IntroductionIn this month of May, as it is Africa month, we are looking at African economies in relation to South Africa and the world and how can a listener of Ukhoziparticipate continuously.

Sixoxa no Mr. Martin Dlamini_Director - Eswatini Broadcasting & Information Services (EBIS)
Inhloso enkulu ukuthi lamazwe amabili i-South Africa ne Eswatini ukuthi kugqanyiswe izinto esifanayo kuzona kusuka ku language,ezemidlalo ,ezemfundo,Ukudla umculo okokugqoka isiko umlando etc. So izinhlelo ezahlukene kuleliviki zizobambisana ne EBIS ukubheka lokhu besenext week sibe eLesotho nakhona senze okufanayo.

Vuka Motivation no Sthembiso Zondo_amanga abhidliza imizi
Yonke into esiyenzayo kumele kube nobumbano

Hlaziya ipolitiki no Nhlanhla Mtaka
Isihloko Samamuhla: Ubuhlakani baMakhosi ase-Afrika okuthunga izizwe nobuhlobo ngokuganiselana. Lapha sibuka okwenziwa ngabakwaZulunamaSwati. Siphinde sibheke izifundiso esizithola ngobudlelwane obuhlanganise lezizwe.

Ingxoxo ekhethekile no Mantuli Zuma
DJ Sgqemeza, Mroza and Nolwazi 6:30 - 9:00 #ukhozifmvabs

HRH (His Royal Highness) Prince Masithela
Umnewabo weNdlovukazi YamaZulu ekhotheme uMantfombi Dlamini- Zulu, uPrince Masithela uthi udadewabo ubethobile

Undunankulu wesizwe sakwa Zulu u Prince Mangosuthu Buthelezi
Usichazela ngokukhothama kuka Ndlunkulu Mantfombi Dlamini Zulu

Amandla Omnotho noGugulethu Xaba
Discussion: Economic Freedom or Political Freedom?

INGXOXO EKHETHEKILE No Professor Thulisile “Thuli” Madonsela
Kulolusuku lweNkululeko, sike sahlala no-Prof. Thuli Madonsela sakhuluma kabanzi ngezinto eziningi ezithinga inkululeko,amalungelo abantu, yintando yeningi, Kanye nje nokubheka isimo izwe esiphila kulo esikusona nokuthi yena uthini umbono wakhe…asigcinanga lapho,sihambe saze sakhuluma ngetiye laseNkandla kanye nokuthi yena uyibona kanjani lento ye-Radical Economic Transformation.

KUXABENE ubendle e UNISA
Bayakhala abafundi ebebefunda e Unisa ngokungathathwa kwabo kulonyaka

Inkulumo ekhethekile no Brenda Mtambo
Ukhale izinyembezi u Brenda Mtambo sikhuluma naye

SIKHULUMA NESAZI SOMTHETHO
U Tembeka Ngcukaitobi South African Lawyer, Public Speaker, Author and political ActivistUnencwadi ayibhalile

Umshayeli wetekisi udlwengule umgibeli
Izindaba ezingena manje kuvela ukuthi useyaziwa ukuthi ungubani

HLAZIYA IPOLITIKI NO MTAKA
Emva kokuthola inkululeko sithe shiqe kwinkohlakalo

KHUTHAZEKA NO STHEMBISO ZONDO
Kufanele sifunde ukubekezelelana uma sisothandweni

Uyasichazela ongumdwebi uRasta isizathu sokudweba izithombe ezimqhatha nabantu
u Sgqemeza uhlalele ovalweni ngemva kwesithembiso esenziwe u Rasta kuye

Sixoxa no Shauwn Mkhize "uMaMkhize" uwenze kanjani umcebo wakhe?
U MaMkhize uphe umsakazi uMroza indlu eyodwa bukhoma emoyeni

Kusuke isiphithiphithi e rank ngenxa yokuzama ukugibela nezidumbu e rank
Owesifazane oneminyaka ewu 16 uphuphunyelwe isisu, waphunyelwa amawele ngenxa yokungabi namali wazama ukuyogibele etekisini nezidumbu zezingane,u HOD Wezempilo e KZN usinikeze incazelo.

EZASEXHIBENI NO DR MBATHA_Ukubingelela
Indlela esikhuluma ngayo IsiZulu isixovekile, isibonelo njengakho ukubingelela

Kusuke umsindo phakathi kukamshayeli we taxi namaphoyisa omgwaqo
Sikhulume nomshayeli nokhulumela amaphoyisa

EZOMNOTHO NO Gugulethu Xaba
Kubalulekile ukuthi abantu basemakhaya bafundiseke kwezomnotho

EZASEXHIBENI NO Dr Mbatha
Igama elithi ukudla lisebenza ezintweni eziningi

Khuthazeka no Sthembiso Zondo
DJ Sgqemeza, Mroza and Nolwazi 6:30 - 9:00 #ukhozifmvabs

Ingxoxo nomama wengane eyalahleka nokhulumela amaphoyisa
Sikhulume no Maka MMeli owaduka ngenxa yezinsolo zokuthi watshontsha ifoni kunephoyisa eliwumsolwa kuloludaba

IZINSOLO ZOKUKHWABANISA IMALI EZIBHEKENE NO DR TUMI NONKOSIKAZI WAKHE
Okhulumela ama Hawks usicacisela ngalezinsolo

IGAMA elisha le breakfast show yomsakazo ukhozi fm
Owayengumengameli waseNingizimu Africa u Mr Jacob Zuma umemezele igama le breakfast show entsha yomsakazo Ukhozi Fm

EZOMNOTHO NO GUGULETHU XABA_Ukuqoqwa kwentela 2020
I South African Revenue Services isibike ukuthi iqoqe intela eningi ukudlula unyaka owedule.

EZWENI SAKHILE_Sixoxa kabanzi ngezigameko zase Mozambique
No Prof. Bheki Mngomezulu kanye no Lunga Ngqengelele ongumkhulumeli we Dept. of International Relations & Cooperation

SIDLA ISIDLO NOMAMA UNoxolo Grootboom esethatha umhlala phansi
#ISIDLOSASEKUSENI

HLAZIYA IPOLITIKI NO MTAKA_Engabe singabakahulumeni noma Singabombuso
#ISIDLOSASEKUSENI

EZOMNOTHO NO Gugulethu Xaba_SIbuka isigaba segama elithi ZULU njenge brand
#ISIDLOSASEKUSENI

HLAZIYA IPOLITIKI NO Mtaka_Ilungelo lokusebenzisa noma iluphi ulwimi ukukhuluma
#ISIDLOSASEKUSENI

Ungoti wezeshashalazi uMnuz Edmund Mhlongo owabhala umdlalo weshashalazi "Bayede Shaka The Spear is Born"
#IsidloSasekuseni

Ingxoxo yethu no Mntwan'Melizwe ngokukhothama kweSilo Samabandla Onke namaHubo.
#IsidloSasekuseni

Sikhuluma nongoti wezamasiko ngendlela ekahle yokuzilela Isilo esikhotheme kanye nokuqonda amasiko akwaZulu
#ISIDLOSASEKUSENI

HLAZIYA IPOLITIKI NO Mtaka_Kusho ukuthini ukukhothama kweSilo
#ISIDLOSASEKUSENI

KHUTHAZEKA NO Sthembiso Zondo_Kwehle yonke into nawe ehla
#ISIDLOSASEKUSENI

PHILA NESIDLO_Sikhuluma no Dr Nontobeko Mbatha oyisazi ngezicubu zabantu
#ISIDLOSASEKUSENI

EZOMNOTHO NO GUGULETHU XABA_Amathuba ekutshaleni insangu
#ISIDLOSASEKUSENI

KHUTHAZEKA NO STHEMBISO ZONDO_Ikusasa lakho alibhaliwe emhlane womuntu
#ISIDLOSASEKUSENI

HLAZIYA IPOLITIKI NO MTAKA_Usemningi umzabalazo kwabesifazane
#ISIDLOSASEKUSENI

Sidla isidlo no MaMkhize ngokulingisa ku Zalo
#ISIDLOSASEKUSENI

Ezomnotho noGugulethu Xaba_Amathuba emakhaya ekutshaleni ubhontshisi wokwakha ucastor oil
#ISIDLOSASEKUSENI